Ikhasi lokuqala

Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma Israyeli (Zulu Subtitles)



South African Music Documentary - "Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli"
Emuva kwamakhulu eminyaka yokubanjwa ngumthetho, ama-Israyeli ekugcineni abhekana nengozi yokulahlwa nokubulawa ngumthetho ngenxa yeziphambeko zawo. Akhala ngokuphuthumayo kuNkulunkulu, owawanika isethembiso—esasizoguqula isiphetho nokuphila kwawo. Pho sasiyini ngempela lesi sethembiso? Impendulo yambulwa kulesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu esimangalisayo esithi, Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli.

Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangenisi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo konoma iyiphi inhlangano yesithathu futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana