Ikhasi lokuqala

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphatha KukaNkulunkulu Kuhlala Kuya Phambili (Zulu Subtitles)



South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Ukuphatha KukaNkulunkulu Kuhlala Kuya Phambili (Zulu Subtitles)

Lapho okhokho besintu, u-Adamu no-Eva, bekhohlakaliswa nguSathane, uNkulunkulu waqala ukuphatha Kwakhe insindiso yesintu. Kusuka kuleso sikhathi, usebenze ngokungaphezi: UNkulunkulu wamemezela imithetho yokuqondisa isintu, futhi wazifikela mathupha phakathi kwabantu ukuze abethelwe futhi ahlenge isintu, futhi ezinsukwini zokugcina, uNkulunkulu uqhuba umsebenzi Wakhe, egcwalisa iziphrofetho zeBhayibheli: “Ngiyonilungisela indawo.” (UJohane 14:2). “Ngiyeza masinyane; nomvuzo wami unami, ukunika wonke umuntu njengokomsebenzi wakhe” (IsAmbulo 22:12).

Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangenisi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo konoma iyiphi inhlangano yesithathu futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana