Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula abantu abakhethiwe bakaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula abantu abakhethiwe bakaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

Abantu Abakhethiwe eShayina Abakwazi Ukumela Noma Yisiphi Isizwe sakwa-Israyeli

Indlu kaDavide yathola isethembiso sikaJehova, futhi yayingumndeni owathola ifa likaJehova. Kwasekuqaleni yayingesinye sezizwe zakwa-Israyeli futhi kwakungesabantu ababekhethiwe.

Mayelana nokusebenzisa kukaNkulunkulu umuntu

Akukho muntu okwazi ukuphila ngokuzimela ngaphandle kwalabo abanikwe umkhombandlela okhethekile nokuqondiswa nguMoya oNgcwele, ngoba badinga inkonzo nokweluswa yilabo abasetshenziswa nguNkulunkulu.

"Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uhola Ama Israyeli Ewakhipha EGibhithe (Zulu Subtitles)



South African Christian Music "UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe" (Zulu Subtitles)
Ukuze ahole ama-Israyeli ewakhipha eGibhithe, uNkulunkulu wathumela izinhlupho eziyishumi eGibhithe, wasebenzisa igunya Lakhe ngokwahlukanisa ulwandle phakathi, futhi wakhulula ama-Israyeli empilweni yawo yobugqila—konke okwakukhombisa amandla Akhe amakhulu, futhi kwedlulisa uthando nokukhathalela Kwakhe okukhulu kwabakhethiweyo.