Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukubuya kukaJesu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukubuya kukaJesu. Bonisa konke okuthunyelwe

Lapho Nibona Umzimba KaJesu KaMoya Kuyoba Lapho UNkulunkulu Esenze Izulu Nomhlaba Kabusha

uNkulunkulu,ukubuya kweNkosi uJesu okwesibili,ivangeli


Ingabe uyafisa ukubona uJesu? Ingabe uyafisa ukuhlala noJesu? Ingabe uyafisa ukuzwa amazwi akhulunywe uJesu? Uma kunjalo, uyokwamukela kanjani ukubuya kukaJesu? Ingabe ukulungele ngokupheleleyo?

Yazi Umsebenzi Wakamuva KaNkulunkulu Bese Ulandela Ezinyathelweni ZikaNkulunkulu

Manje sekumele niphokophelele ukuba abantu bakaNkulunkulu, bese niqala ukungena ngokuphelele endleleni eyiyo. Ukuba ngabantu bakaNkulunkulu kusho ukungena eNkathini YoMbuso.