Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umthombo wokuphila. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umthombo wokuphila. Bonisa konke okuthunyelwe

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amabili Nambili Nelamashumi Amabili Nantathu

yazi uNkulunkulu,funa iqiniso,umusa kaNkulunkulu


Namuhla, bonke bafuna ukuqonda intando kaNkulunkulu kanye nokwazi isimo sikaNkulunkulu, kodwa akakho owazi isizathu sokuthi kungani bengakwazi ukulandela izifiso zabo, abazi ukuthi kungani izinhliziyo zabo njalo zibakhaphela, nokuthi kungani bengakwazi ukufeza lokho abakufunayo.

UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele IX



UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Wazo Zonke Izinto (III)

Kulesi sikhathi, sikhulume ngezinto eziningi ezithinta ukumazi uNkulunkulu kanti kungekudala nje sikhulume ngento ebalulekile kulokhu. Sithini isihloko? (UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Kwazo Zonke Izinto.) Kubonakala sengathi izinto nesihloko engikhulume ngaso kugqamele wonke umuntu.