Ikhasi lokuqala

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwesimiselo Sawo Onke Amazwe Nabantu Bonke (Zulu Subtitles)



South African Christian Music "UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwesimiselo Sawo Onke Amazwe Nabantu Bonke"

UMbuso wamaRoma wasendulo noMbuso wamaNgisi yachuma futhi yaba namandla ngokushesha yase futhi iphenduka iya ekuweni nasencithakalweni. Manje, iMelika seyiphenduke izwe lomhlaba elinamandla amakhulukazi ngokungephikwe futhi lineqhaza lokuzinzisa isimo somhlaba. Yiziphi izinhlobo zezimfihlakalo ngempela ezifihlwe emuva kokuphakama nokuwa kwezizwe? Ngubani obusa phezu kwezimiselo zawo onke amazwe nabo bonke abantu? Lesi siqephu esimangalisayo esivela kubhayisikobho yobuKristu ethi, Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke, sizokwambulela lezi zimpendulo.


Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangenisi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo konoma iyiphi inhlangano yesithathu futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana