Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umusa kaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umusa kaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

Ukulahla Amaketanga

ukukholwa,Ibandla,Ukuthanda uNkulunkulu


UMomo edolobheni laseHefei, Esifundazweni sase-Anhui


Ngaphambi kokuba ngikholwe kuNkulunkulu, noma ngabe ngangenzani, ngangingafuni neze ukusala emuva. Ngangizimisele ukwamukela noma yibuphi ubunzima inqobo nje uma lokho kwakuchaza ukuthi ngiyokwazi ukwedlula wonke umuntu.

Isahluko 14

Kuyo yonke iminyaka, akekho umuntu oseke wangena embusweni ngakho akekho oke wathokozela umusa weNkathi Yombuso, akekho nowake wabona iNkosi yombuso.

Inkulumo Emfishane Mayelana nombhalo othi “Umbuso Weminyaka Eyinkulungwane Usufikile”

uNkulunkulu,Iqiniso,Amazwi KaNkulunkulu


Uwubona kanjani umbono woMbuso Weminyaka Eyinkulungwane? Abanye abantu bacabanga kakhulu ngawo, futhi bathi uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane uyoba khona iminyaka eyinkulungwane emhlabeni, ngakho uma amalungu amadala kunamanye ebandleni engashadile, ingabe kufanele ashade? Umndeni wami awunamali, ingabe kufanele ngiqale ngenze imali? … Uyini uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane? Ingabe uyazi? Abantu babona kalufifi futhi bathwele kanzima kakhulu.

Ukubaluleka Kokusindisa Isizukulwana SikaMowabi

Kule minyaka emibili ukuya kwemithathu, yomsebenzi, kufanele ukuthi ngabe sekuzuzweni emsebenzini wokwahlulelwa owenzelwe kinina usuzuziwe. Abantu abaningi babekele eceleni ikusasa, imicabango nempelela yabo kancane.

Umsebenzi Nokungena (3)

UNkulunkulu ubaphathise okuningi abantu futhi ukhulume ngezindlela ezingabaleki ngokungena kwabantu. Kodwa ngenxa yokuthi izinga labantu liphansi kakhulu, amazwi amaningi kaNkulunkulu awakaze agxile.

Isahluko 1

Njengokuba asho uNkulunkulu ukuthi, “Akekho ongaqonda umnyombo wamazwi Ami, noma injongo yawo.” Ukube bekungekhona ukuqondiswa uMoya kaNkulunkulu, ukube bekungekhona ukufika kwamazwi Akhe, bonke bebezoshabalala ngaphansi kwesahlulelo Swakhe.

Yini uKristu wamanga? Ubonakala kanjani uKristu wamanga?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Uma umuntu ezibiza ngoNkulunkulu ebe engakwazi ukubonakalisa ubuNkulunkulu bakhe, enza umsebenzi kaNkulunkulu Uqobo, akunakungatshazwa ukuthi akasiye uNkulunkulu, ngoba akanawo umongo kaNkulunkulu, futhi lokho uNkulunkulu angakwazi ukukufeza akukho ngaphakathi kuye.

Amazwi Avelele Ngomsebenzi KaNkulunkulu Wokwahlulela Nokusola Ezinsukwini Zokugcina

1. Umsebenzi wezinsuku zokugcina ukwahlukanisa bonke ngokohlobo lwabo, ukuze kuphothulwe uhlelo lukaNkulunkulu lokuphatha, ngoba isikhathi sesisondele futhi usuku lukaNkulunkulu selufikile.

Best South African Gospel Song "Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela"



Best South African Gospel Song "Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela"

Ukuthi uNkulunkulu ube yinyama kunyakazisa inkolo,
kuphazamisa uhlelo lwenkolo,
futhi kunyakazisa imiphefumulo yabo bonke abalangazelela ukubonakala kukaNkulunkulu.

Best Zulu Christian Music "Yonke Indlela Kanye Nawe" God Is Love



Best Zulu Christian Music "Yonke Indlela Kanye Nawe" God Is Love
Nganginjengesikebhe, ngintanta olwandle.
Wangikhetha, wangiholela esiphephelweni.
Manje emndenini Wakho, nginothiswa wuthando Lwakho, nginokuthula.

The Love of God Awakens My Heart | "Indaba kaXiaozhen" (6) - Ebuya | Musical Drama



UNkulunkulu uSomandla uthi, “Uma uzizwa ukhathele, futhi uma uqala ukuzwa isizungu, isizungu yaleli zwe. Ungadideki, Ungakhali. UNkulunkulu uSomandla, uMlindi, uyokwamukela ukufika kwakho noma nini.

"Indaba kaXiaozhen" (5) - Impilo kwi-Ballroom | Musical Drama



Esephila kwimaskhi uXiaozhen kancane kancane wadliwa wagwinywa yileli zwe. Walahlekelwa isithunzi sakhe phakathi kwezindlela ezimbi zaleli zwe elikhohlakele…

"Indaba kaXiaozhen" (4) - Ukonakala | Musical Drama



Ebhekene nezwe elikhohlakele, noqobo olunesihluku nosizi, uXiaozhen washiya ubuqotho bakhe walwela ukugqoka imaskhi. Kusukela ngaleso sikhathi, wabe eseduka …

"Indaba kaXiaozhen" (1) - Idwala, Iphepha, Izikelo | Musical Drama



Iqoqo lezingane ezithandekao neziphapheme zazizidlalela nje umdlalo ngenkathi zibuza umbuzo ngaphandle kokucabanga othi, “Isintu sivelaphi?” Uyayazi yini impendulo yalo mbuzo?

Kuyini Ukuqonda Kwakho “Izibusiso”?

Nakuba labo abazalwe kule nkathi bebhekene nezimo zokukhohlakala kukaSathane nokungcola kwamadimoni, kuyiqiniso futhi ukuthi bayakwazi ukuzuza insindiso enkulu ngenxa yalokhu kukhohlakala, ngisho nokungaphezulu kwemfuyo egcwele izintaba namathafa kanye nempahla yomndeni enkulu eyazuzwa uJobe, futhi ingaphezu kwesibusiso esatholwa uJobe sokubona uJehova ngemva kwezilingo zakhe.

Umuntu Othola Insindiso Yilowo Ozimisele Ukwenza Ngokweqiniso

Ekuqaleni, isidingo sokuba nempilo efanele yasebandleni kwakukhulunywa ngayo kwizintshumayelo. Pho kungani impilo yasebandleni ingakathuthuki, futhi isafana nendala? Kungani kungekho indlela entsha futhi ehlukile yempilo?

Ngathola Ukukhanya Kweqiniso

uNkulunkulu,Amazwi kaNkulunkulu,Iqiniso


UQiuhe  eJapan

Ngazalelwa emndenini wamaKhatholika. Kusukela ebuncaneni bami, bengihamba Imisa esontweni nomkhulu nogogo.

Ukube Angisindiswanga NguNkulunkulu

uNkulunkulu,insindiso,Dumisani uNkulunkulu


ULingwe, eJaphanelp

Ukube angisindiswanga uNkulunkulu, ngabe ngisaqhubeka nokukhukhuleka nale lizwe, ngilwa kanzima nakabuhlungu esonweni; usuku nosuku ngifiphazeke futhi ngingenathemba.

Ngaloluya Suku Isibhakabhaka Sasicace Futhi Sinelanga Ngokukhethekile

UTian Ying, eChina

Ngangikade ngiyikholwa leBandla i-Three-Self eChina. Ngenkathi ngiqala ukuzibandakanya emibuthanweni, abefundisi babevame ukuthi kithina: “Bafowethu nodadewethu, kulotshiwe eBhayibhelini ukuthi: ‘Ngoba ngenhliziyo umuntu uyakholwa kube ukulunga; futhi ngomlomo ukuvuma kuyenziwa kube insindiso’ (Rom 10:10).