Ikhasi lokuqala

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu (Zulu Subtitles)



South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu (Zulu Subtitles)

Emuva kokuvuka kweNkosi uJesu, amaJuda adingiswa kuwo wonke umhlaba, nokwenza ukuthi ivangeli lombuso wezulu lisabalale kuwo wonke amagumbi omhlaba. Ngalokhu sibona ukuthi ukuhlakanipha kukaNkulunkulu kuphakeme kunamazulu, nokuthi izenzo Zakhe zimangalisa ngokungaqondakali.

Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.


Awekho amazwana:

Thumela amazwana