Ikhasi lokuqala

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu futhi Esimamisa Isintu Nazo Zonke Izinto



South African Music Documentary "UNkulunkulu Ebusa Phezu futhi Esimamisa Isintu Nazo Zonke Izinto" (Zulu Subs) 
Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila…. Ingabe uyathanda ukwazi ukuthi ubani obusa phezu futhi owesekela isintu nazo zonke izinto? Buka lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu ukuze uthole okwengeziwe ngegunya likaNkulunkulu eliyingqayizivele.

Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangenisi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo konoma iyiphi inhlangano yesithathu futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana