Ikhasi lokuqala

Phila Othandweni likaNkulunkulu "Ingoma Yothando Olumnandi" Zulu Best Gospel Dance



Phila Othandweni likaNkulunkulu "Ingoma Yothando Olumnandi" Zulu Best Gospel Dance
I
Ekujuleni kwenhliziyo yami, kukhona uthando lwaKho. Lumnandi kakhulu, ngisondela Kuwe.
Ukunakekela Wena kwenza kube mnandi enhliziyweni yami; ukukhonza Wena ngayo yonke ingqondo yami.
Uthando lwaKho luqondisa inhliziyo yami; ngilandela izinyathelo zaKho zothando.
Ngiya ngapha nangapha ngokwamehlo aKho; ukubonakaliswa kothando kwenza inhliziyo yami ijabule.
Ukubonakaliswa kothando kwenza inhliziyo yami ijabule.
Manje sengiphila komunye umhlaba, akekho omunye kodwa Wena unami.
Uyangithanda, ngiyakuthanda; alukho usizi noma ukudabuka okusikhathazayo.
Alukho usizi noma ukudabuka okusikhathazayo. Izinkumbulo ezibuhlungu zidlulile.
Izinkumbulo ezibuhlungu zidlulile.
II
Ngikulandela ngothando, ngiseduze kwaKho; injabulo igwele Kuwe nakimi.
Ngicacelwe yintando yaKho, ngimane ngiyakulalela, angifisi ukungakulaleli.
Ngizophila phambi kwaKho kunanini ngaphambili, angeke ngikwazi ukuqhelelana Nawe futhi.
Ngisacabanga ngawe nokunambitha izwi laKho, ngiyakuthanda lokhu onaKho, lokho oyiKho.
Ngiyakuthanda lokhu onaKho, lokho oyiKho.
Ngifuna Wena ube yimpilo yami. Ngicela uthathe inhliziyo yami.
Oh! Ngiyakuthanda, Ngiyakuthanda. Nginqotshwe uthando lwaKho,
nginenhlanhla yokupheleliswa ukuze nganelise inhliziyo Yakho.
Haleluya! Haleluya! Haleluya! Makube udumo kuNkulunkulu!
Haleluya! Haleluya! Haleluya! Makube udumo kuNkulunkulu!
Haleluya! Haleluya! Haleluya! Makube udumo kuNkulunkulu!
Haleluya! Haleluya! Haleluya! Makube udumo kuNkulunkulu!

Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangesi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Abalingisi abavela kulomukhiqizo basebenza ngaphansi kohlelo lokungenisa inzuzo, kanti futhi abakhokhelwanga noma ingayiphi indlela. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo kunoma iyiphi inhlangano yyesithathu, futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana