Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukholo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukholo. Bonisa konke okuthunyelwe

Isahluko 30

Phaphamani, bafowethu! Phaphamani, bodadewethu! Usuku Lwami ngeke lubambezeleke; isikhathi siwukuphila, futhi ukubamba isikhathi ukusindisa ukuphila! Isikhathi asikude kakhulu! Uma nenza izivivinyo zokungena ekolishi futhi ningaphumeleli, ningazama futhi nifundele ukuhlolwa.

Kufanele Ubeke Eceleni Izibusisio Zesimo Futhi Uqonde Intando KaNkulunkulu Yensindiso Yomuntu


Kubantu, akunakwenzeka ukuthi inzalo kaMowabi ingapheleliswa futhi ayikufanelekeli ukuba ibe njalo. Amadodana kaDavide, ngolunye uhlangothi, ngokuqinisekile analo ithemba futhi ngokuqinisekile angakwazi ukupheleliswa.

Indlela Yokukhonza Ngokuvumelana Nentando KaNkulunkulu

umsebenzi kaNkulunkulu,ukulalela uNkulunkulu,UPetru


Namuhla, ngizobe ngikhuluma ikakhulu ngendlela okumele abantu bakhonze ngayo uNkulunkulu, ekukholweni kwabo kuNkulunkulu, yimiphi imibandela okumele ifezwe kanye nokuthi yini ekumele iqondwe yilabo abakhonza uNkulunkulu, nokuthi yiziphi iziphambeko ezikhona ekukhonzeni kwakho. Kumele nikuqonde konke lokhu.

Indlela Okufanele Uhambe Ngayo Isigaba Sokugcina Sendlela

umsebenzi kaNkulunkulu,ukukholwa kuNkulunkulu,Ukholo


Manje senisesigabeni sokugcina sale ndlela, futhi yisigaba esibucayi sayo. Kungenze uye wakhuthazelela ukuhlupheka okuthile, wenza umsebenzi omningana, wahamba emigwaqweni eminingi, futhi walalela izintshumayelo eziningi, futhi akuzange kube lula ukufika lapha.

Umsebenzi kaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe III

umsebenzi kaNkulunkulu,igunya likaNkulunkulu,unkulunkulu uthando


Lokhu kuhlanganyela okwahlukahlukene kube nomthelela kuwo wonke umuntu ngamunye. Njengamanje, abantu sebengakwazi ngempela ekugcineni ukuzwa ubukhona bukaNkulunkulu ngokweqiniso nokuthi empeleni uNkulunkulu usondelene kakhulu nabo.

Umuntu angabakha kanjani ubuhlobo beqiniso noNkulunkulu?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Abantu bakholwa kuNkulunkulu, bathanda uNkulunkulu, futhi banelisa uNkulunkulu ngokuthinta uMoya kaNkulunkulu ngenhliziyo yabo, kanjalo bazuza ukwaneliseka Kwakhe; futhi lapho bedingida amazwi kaNkulunkulu ezinhliziyweni zabo, babe sebekhuthazwa uMoya kaNkulunkulu.

"Indaba kaXiaozhen" (5) - Impilo kwi-Ballroom | Musical Drama



Esephila kwimaskhi uXiaozhen kancane kancane wadliwa wagwinywa yileli zwe. Walahlekelwa isithunzi sakhe phakathi kwezindlela ezimbi zaleli zwe elikhohlakele…

Indlela Eya Ekuhlanzweni

UChristopher, EPhilippines 

Igama lami nginguChristopher futhi ngingumfundisi webandla lomndeni ePhilippines. Ngo-1987, ngabhapathizwa futhi ngabuyela eNkosini uJesu. Ngomusa weNkosi, ngo-1996 ngaba umfundisi webandla lasendaweni. Ngaleso sikhathi, ngaphandle kokushumayela ezindaweni eziningi ezizungeze ePhilippines, ngangiphinde ngishumayele nasezindaweni ezifana neHong Kong naseMalaysia.

Isahluko 39

Masedlulele ngale kwamazwi kaNkulunkulu sikhulume kancane ngezindaba ezimayelana nezimpilo zethu ukuze izimpilo zethu ziqhakaze, siphile ngokwethemba uNkulunkulu analo ngathi. Ikakhulu, ngokufika kwenamuhla—isikhathi sokuthi ngakunye kuhlelwe ngohlobo nangokusola—kunesidingo esikhulu sokugxila kokubalulekile nokugxila “kokuthandwa yiningi.”

Izingxenye Ezine Ezikhethwe Ezwini LikaNkulunkulu Ngesithi “Iqiniso Elingaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba”

Izingxenye Ezine Ezikhethwe Ezwini LikaNkulunkulu Ngesithi “Iqiniso Elingaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba”

  1. Isintu esonakaliswe kakhulu uSathane, asigcini nje ngokwazi ukuthi kunoNkulunkulu kodwa siyekile ukukhonza uNkulunkulu.

1. Kungani isintu kufanele sikholwe kuNkulunkulu?

  Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

  UNkulunkulu wadala zonke izinto, ngakho wenza yonke indalo ibe ngaphansi kombuso Wakhe, izithobe kuwo; uyolawula zonke izinto, ukuze konke kube sezandleni Zakhe.

New South African Gospel Music 2018 “Ubufakazi Bempilo” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu



New South African Gospel Music 2018 “Ubufakazi Bempilo” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu
I
Ngelinye ilanga ngingase ngibanjwe futhi ngishushiswe yiCCP,
lokhu kuhlupheka kungenxa yokulunga, engikwaziyo enhliziyweni yami.

Gospel Music "Indaba kaXiaozhen" God's Salvation | Musical



UXiaozhen wayehlanzekile, ewumKrestu onenhliziyo enhle, ehlale ephatha kahle abangani bakhe. Nokho, uma sekuyisikhathi sabo sokuzuza, abangani bakhe abadala baphenduka izitha zakhe.

Izwi Leshumi Nesishiyagalolunye

  Kungumsebenzi wabantu ofanele ukuthi bathathe amazwi Ami njengesisekelo sokusinda kwabo. Umuntu kumele akhele ingxenye yakhe kuzo zonke izingxenye zamazwi Ami; ukungakwenzi lokhu kuzoba ukuzibizela izinkinga, ukuzifunela ukubhujiswa.

Indlela UPetru Amazi Ngayo UJesu

  
uJesu,ivangeli lombuso,ukuhamba noNkulunkulu


Esikhathini uPetru asichitha enoJesu, wabona izinto eziningi ezenza uJesu athandeke, izinto okufanele zilingiswe, futhi eziningi zaboniswa yena. Nakuba uPetru abubona ngezindlela eziningi ubuntu bukaNkulunkulu kuJesu, futhi abona ubuntu obuningi obuthandekayo, ekuqaleni wayengamazi uJesu.

Christian Movie "Knocking at the Door"




Christian Movie | "Knocking at the Door" | How to Be Raptured to the Kingdom of Heaven by Lord Jesus
Two thousand years ago, the Lord Jesus prophesied, "And at midnight there was a cry made, Behold, the bridegroom comes; go you out to meet him" (Matthew 25:6). "Behold, I stand at the door, and knock: if any man hear my voice, and open the door, I will come in to him, and will sup with him, and he with me" (Revelation 3:20). For the last two thousand years, believers in the Lord have been watchful and awaiting the Lord's knock on the door, so how will He knock on mankind's door when He returns?In the last days, some people have testified that the Lord Jesus has returned—Almighty God incarnate—and that He is doing the work of judgment in the last days. This news has rocked the entire religious world.

Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Imibono Evezwayo Ngenhlekelele



       Abantu abaningi bacabanga ukuthi isimiselo sabo sisezandleni zabo. Kodwa lapho kufika inhlekelele, konke esikuzwayo ukungabi namandla, uvalo, nokwesaba okukhulu, bese sizwa ukungabi yilutho kwesintu nobuthaka bokuphila….

Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Ukuhlola Izimfihlakalo Zempilo



        Umlotha Emlotheni, Uthuli Othulini.


        Akekho onganqoba ukugula nokufa.
        Akekho ongaguqula imithetho yokukhula nobuthakathaka.
         …

Kushoni Ukuba Umuntu Woqobo

       
IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

       Ukuphatha umuntu umsebenzi Wami, nokumenza ukuba anqontshwe Yimi kwakumiswe endulo ngenkathi ngidala umhlaba. Abantu abazi ukuthi ngizobanqoba ngokuphelele ezinsukwini zokugcina, futhi abakaqapheli ukuthi ubufakazi Bami bokunqoba uSathane ukunqoba labo bantu abangalaleli.