Ikhasi lokuqala

Ngubani iNkosi Yami Ngabe iBhayibheli liyiNkosi, noma Ngabe uNkul





ULiu Zhizhong ungumzwalane omdala wendlu yebandla lasendaweni eShayina. Usebeyikholwa ngaphezulu kweminyaka engamashumi amathathu, futhi ubesolokhu egcizelela ukuthi “iBhayibheli liphefumulelwe nguNkulunkulu,” “iBhayibheli limele uNkulunkulu, ukukholelwa kuNkulunkulu wukukholelwa eBhayibhelini, ukukholelwa eBhayibhelini wukukholelwa kuNkulunkulu.”
Enhliziyweni yakhe, iBhayibheli libaluleke kakhulu. Ngenxa yothando lwakhe nokholo lokuthathwa yiBhayibheli, akakaze afune noma abheke kumsebenzi wezinsuku zokugcina kaNkulunkulu uSomandla. Kwaze kwathi ngelinye ilanga, lapho avimba amakholwa ukuba afunde amazwi kaNkulunkulu uSomandla kwi-Inthanethi, engazelele wahlangana nomshumayeli ovela eBandleni likaNkulunkulu uSomandla. Emva kwezinkulumo-mpikiswano ezinzima mayelana neqiniso, ekugcineni wakwazi ukubona ubudlelwane phakathi kweBhayibheli noNkulunkulu ngokucacile? Ngabe wakwazi ukuhlehla eBhayibhelini ukuze aqondisise ukuthi uKristu uyiqiniso, indlela kanye nokuphila? Ngabe uyakuhlwithelwa phambi kukaNkulunkulu?

Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana