Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula USomandla. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula USomandla. Bonisa konke okuthunyelwe

South African Gospel Song “UnguNkulunkulu Wethu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu



South African Gospel Song “UnguNkulunkulu Wethu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Akekho ngaphandle Kwakhe owazi esikucabangayo.
Akekho omunye owazi ingqikithi nemvelo yethu njengentende yesandla sakhe.

South African Gospel Song “UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila”



South African Gospel Song “UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Akuyena wonke umuntu onendlela yokuphila;
Akuyona into noma ubani angayithola kalula.

South African Gospel Song "Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu"



South African Gospel Song "Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu" 


UNkulunkulu waba yinyama ngoba okuqondwe ngumsebenzi Wakhe
akuwona umoya kaSathane, noma yini engeyona, engeyona inyama, kodwa ngumuntu.

Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Uvele eMpumalanga Yomhlaba Ngenkazimulo"



Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Uvele eMpumalanga Yomhlaba Ngenkazimulo"

I
UNkulunkulu wenza umsebenzi emhlabeni wonke.
Imisindo yokuduma eMpumalanga ayipheli,
kunyakazisa onke amazwe namahlelo.

Listen to the Expressions of the Holy Spirit "Gqashula Amaketango" zulu Official Video (Iziqeshana)



UFu Jinhua wayeyilungu elidala lebandla eliqhutshwa endlini eChina. Njengamanye amaKristu amaningi, wazinikela ngokuzimisela okukhulu wazinikela eNkosini, futhi wayisebenzela ngokuzikhandla. Wayezethemba, futhi wayecabanga ukuthi ungumuntu oyithanda ngempela iNkosi.

"Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" South Africa Gospel Choir Full Documentary 2018



"Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" South Africa Gospel Choir Full Documentary 2018

Ngaso sonke isikhathi endaweni yonke, zonke izinto ezisemkhathini zihamba ngokunembile phakathi kwemizila yazo. Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila…. Lokhu konke kuklanywe ngokumangalisayo—ingabe ukhona Onamandla obusa futhi ahlele konke lokhu?

Kubaluleke Kakhulu Ukuqonda Isimo SikaNkulunkulu

uNkulunkulu,Iqiniso,ukulunga kukaNkulunkulu


Ziningi izinto enginethemba lokuthi nizozizuza. Nokho, izenzo zenu kanye nezimpilo zenu akuhlangabezani ngokuphelele nezidingo Zami, ngakho-ke kufanele ngiqonde ephuzwini nginichazele intando Yami.

Umsebenzi KaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe II


umsebenzi kaNkulunkulu,intando kaNkulunkulu,Amazwi KaNkulunkulu


Emhlanganweni wethu owedlule saxoxa ngesihloko esibaluleke kakhulu. Nisakhumbula ukuthi sasithini? Ake ngisiphinde. Isihloko esasixoxa ngaso ngokwedlule sasithi: Umsebenzi KaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe.

South African Gospel Music "Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde" Thanda uNkulunkulu Impilo Yami Yonke



South african gospel music "Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde" Thanda uNkulunkulu Impilo Yami Yonke

Ngaphezu kwezihlahla, kweqe inyanga enokuthula. Njengesithandwa sami, esilungile nesihle.
O sithandwa sami, uKuphi? Manje ngiyakhala. Uyakuzwa ukukhala kwami?

Zulu Song "Ukuphila KwaseBandleni Lethu Kuyathandeka Kakhulu" Enjoy the Word of God and Praise God



Zulu Song "Ukuphila KwaseBandleni Lethu Kuyathandeka Kakhulu" Enjoy the Word of God and Praise God

UNkulunkulu uMninimandla onke useyinyama, Wena sikuculela kakhulu izindumiso.
Usiletha ekuphileni kombuso.
Thina bantu bombuso sisedilini laKho,
sijabulela amazwi aKho, sihlanzwe ekonakaleni kwethu.

Umsebenzi Ngenkathi Yomthetho


  "Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, oludonsela eminyakeni eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: owokuqala, Inkathi yoMthetho; owesibili, Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); bese kuthi eyokugcina kube, iNkathi yoMbuso.

Uma Amaqabunga Awile Ebuyela Ezimpandeni Zawo Uzozisola Ngabo Bonke Ububi Obenzile

  UNkulunkulu USomandla uthi
  “Kufanele ukuthi niwubonile umsebenzi engiwenzile phakathi kwenu, nina uqobo niwezwile amazwi engiwakhulumile, futhi niyayazi indlela enginibuka ngayo, ngakho kufanele nazi ukuthi kungani ngenza lo msebenzi kinina.