Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UJehova. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UJehova. Bonisa konke okuthunyelwe

Ubudlelwane Phakathi Kwesigaba Ngasinye Somsebenzi KaNkulunkulu.

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Kusukela emsebenzini kaJehova kuya kokaJesu, futhi kusukela emsebenzini kaJesu kuya kulowo wesigaba samanje, lezi zigaba ezintathu zihlanganisa ngentambo enganqamuki bonke ububanzi bokuphatha kukaNkulunkulu futhi yonke iyimisebenzi eyenziwa nguMoya owodwa.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ububi balo benyukele ebusweni bami.

INKOSI uNkulunkulu yabenzela u-Adamu nomkakhe iziphuku zesikhumba, futhi wabambathisa.

(UGenesise 3:20-21) Futhi u-Adamu wamqamba umkakhe igama lokuthi u-Eva; ngokuba wayengunina wabo bonke abaphilayo. INKOSI uNkulunkulu yabenzela u-Adamu nomkakhe iziphuku zesikhumba, futhi wabambathisa.

Umsebenzi ENkathini Yomthetho

umsebenzi kaNkulunkulu,UJehova,iBhayibheli


Umsebenzi uJehova awenza kuma-Israyeli wamisa phakathi kwesintu indawo kaNkulunkulu yokudabuka emhlabeni, futhi okwakuyindawo engcwele ayekhona kuyo.

Umsebenzi ENkathini Yomthetho

  
UJehova,UNowa,ivangeli

  
Umsebenzi uJehova awenza kuma-Israyeli wamisa phakathi kwesintu indawo kaNkulunkulu yokudabuka emhlabeni, futhi okwakuyindawo engcwele ayekhona kuyo. Wawugcina umsebenzi wakhe ukubantu bakwa-Israyeli kuphela.

Okumayelana Namagama nokuthi Ungubani


  Uma ufisa ukulungela ukusetshenziswa uNkulunkulu, kufanele wazi umsebenzi kaNkulunkulu; kufanele wazi umsebenzi awenza esikhathini esidlule (eTestamenteni Elisha neliDala), futhi ngaphezu kwalokho, kufanele wazi umsebenzi Wakhe wanamuhla.

Kuyini Ukuqonda Kwakho “Izibusiso”

Nakuba labo abazalwe kule nkathi bebhekene nezimo zokukhohlakala kukaSathane nokungcola kwamadimoni, kuyiqiniso futhi ukuthi bayakwazi ukuzuza insindiso enkulu ngenxa yalokhu kukhohlakala, ngisho nokungaphezulu kwemfuyo egcwele izintaba namathafa kanye nempahla yomndeni enkulu eyazuzwa uJobe, futhi ingaphezu kwesibusiso esatholwa uJobe sokubona uJehova ngemva kwezilingo zakhe.