Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandla LikaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandla LikaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

Umsebenzi Ngenkathi Yomthetho


  "Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, oludonsela eminyakeni eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: owokuqala, Inkathi yoMthetho; owesibili, Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); bese kuthi eyokugcina kube, iNkathi yoMbuso.

Uma Amaqabunga Awile Ebuyela Ezimpandeni Zawo Uzozisola Ngabo Bonke Ububi Obenzile

  UNkulunkulu USomandla uthi
  “Kufanele ukuthi niwubonile umsebenzi engiwenzile phakathi kwenu, nina uqobo niwezwile amazwi engiwakhulumile, futhi niyayazi indlela enginibuka ngayo, ngakho kufanele nazi ukuthi kungani ngenza lo msebenzi kinina.