Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukunqoba. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukunqoba. Bonisa konke okuthunyelwe

Isiphetho Somuntu

         Noma nini lapho kukhulunywa khona ngesiphetho, lokho nikubheka njengento ebaluleke kakhulu; nonke nisheshe nizwele uma kukhulunywa ngale ndaba. Abanye basheshe bacabange ngoNkulunkulu ngenxa yokuthi bafuna ukuba nesiphetho esihle. Ngingabona ngesifiso senu, esingadingi ukuba sichazwe ngamazwi. Nakanjani anifuni inyama yenu iwele enhlekeleleni, futhi ikakhulu, anifuni ukwehlela esijezisweni saphakade esikhathini esizayo. Ninethemba kuphela lokuphila ngokukhululekile futhi kalula.