Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandla likaNkulunkulu uSomandla. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandla likaNkulunkulu uSomandla. Bonisa konke okuthunyelwe

South African Gospel Music "Labo Abathanda UNkulunkulu Ngobuqotho Bangabantu Abethembekile Bonke"




South African Gospel Music "Labo Abathanda UNkulunkulu Ngobuqotho Bangabantu Abethembekile Bonke"

Behlanzekile futhi bethembeke njengengane, bemsulwa futhi benempilo, begcwele impilo yobusha,
banjengezingelosi eziza emhlabeni.

45. Imigomo Yempilo Ymai Yangishiya Ngilimele

UChangkai eDolobheni laseBenxi, esiFundazweni saseLiaoning
Amazwi ajwayelekile athi “Abalungile baba ngabokugcina” amazwi engiwajwayele kakhulu. Mina nomyeni wami sasingabantu abangenabuqili: Uma kukhulunywa ngezinto ezibandakanya ukuhlomula noma ukulahlekelwa kwethu,

Izehlakalo

Kuzo zonke izehlakalo zikaPetru, wabekezelela amakhulu ezivivinyo. Nakuba abantu namuhla beliqonda igama elithi ‘uvivinyo,’ abayiqondi nhlobo incazelo yangempela yalo noma izimo.
                 UBaituo Edolobheni laseDezhou, esiFundazweni saseShandong

      Ngaphambilini, ngangazi kuphela ukuthi ukuhlakanipha kukaNkulunkulu kwakusetshenziswa kuncike emaqhingeni kaSathane, ukuthi uNkulunkulu unguNkulunkulu ohlakaniphile nokuthi uSathane uyolokhu eyisitha esinqotshiwe kulolu daba, kodwa ngangingenakho ukuqonda noma ulwazi lwakho ngokusekelwe kwengihlangabezane nakho. Kamuva, kwaba sendaweni eyayihlelwe nguNkulunkulu kuphela lapho ngathola khona ukuhlangabezana nalolu hlangothi lweqiniso

Best Christian Family Movie "Where Is My Home" | God Gave Me a Happy Family (English Dubbed Movie)


       
  Wenya’s parents separated when she was two, and after that she lived with her father and stepmother. Her stepmother couldn’t stand her and was always arguing with her father.He had little choice—he had to send Wenya to her mother’s house, but her mother was fully focused on running her business and didn’t have any time to take care of Wenya, so she was often shuttled off to her relatives’ and friends’ homes to be fostered.

Ukuba Sesimweni Somuntu Okubili Kuphelelisa Ukubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu

       
       
       Isigaba ngasinye somsebenzi owenziwe nguNkulunkulu sinokubaluleka kwaso ngokoqobo. Kudala, lapho uJesu efika, wayengowesilisa, kodwa manje ungowesifazane. Ngalokhu, uyabona ukuthi uNkulunkulu wadala kokubili owesilisa nowesifazane ebadalela umsebenzi Wakhe, futhi Kuye awukho umehluko wobulili. Lapho uMoya Wakhe ufika, ungathatha noma yisiphi isimo senyama ngokuthanda, futhi leyo nyama ingammela.

Ukububula KukaMninimandla Onke

      Kunemfihlo enkulukazi enhliziyweni yakho. Awazi ukuthi ikhona ngoba kade uphila ezweni elingenakho ukukhanya. Inhliziyo nomoya wakho kuthathwe ngomubi. Amehlo akho agutshuzelwe ubumnyama; awuliboni ilanga esibhakabhakeni, noma inkanyezi ekhazimulayo ebusuku. Izindlebe zakho zivimbekile ngamazwi akhohlisayo futhi awulizwa iphimbo likaJehova elindindizelayo, noma umsindo wamanzi ageleza evela esihlalweni sobukhosi.

UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Komuntu

UNkulunkulu USomandla uthi:“ Kusuka ngomzuzu ufika ukhala kulo mhlaba uqala ukuwenza umsebenzi wakho . Uqala ukubamba iqhaza lakho ohlelweni nasogcotshweni lukaNkulunkulu. Uqala uhambo lokuphila. Akukhathaliseki ukuthi usuka kuphi nokuthi uhlalelwe yiluphi uhambo, akekho ongaphunyukwa uhlelo olubekwe yiZulu, futhi akekho olawula isiphetho sakhe, yilowo obusa zonke izinto kuphela ongakwazi ukwenza lowo msebenzi.

Kushoni Ukuba Umuntu Woqobo

       
IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

       Ukuphatha umuntu umsebenzi Wami, nokumenza ukuba anqontshwe Yimi kwakumiswe endulo ngenkathi ngidala umhlaba. Abantu abazi ukuthi ngizobanqoba ngokuphelele ezinsukwini zokugcina, futhi abakaqapheli ukuthi ubufakazi Bami bokunqoba uSathane ukunqoba labo bantu abangalaleli.

Ukuthanda uNkulunkulu kuphela Okuwukukholwa kuNkulunkulu Ngeqiniso

         Namhlanje, njengoba ufuna ukuthanda nokwazi uNkulunkulu, kolunye uhlangothi, kufanele ubekezelele ubunzima kanye nokucwengwa, futhi kolunye, kumele ukhokhe inani. Asikho isifundo esibaluleke ukwedlula isifundo sokuthanda uNkulunkulu, futhi kungathiwa isifundo abantu abasifundayo esikhathini sabo sonke sokuphila bekholwa ukuthi ungamthanda kanjani uNkulunkulu.

Ukwazi UNkulunkulu Kuyindlela Eya Ekumesabeni UNkulunkulu Nokudeda Kokub




      Ngamunye wenu kumele nihlole kabusha ukuphila kwenu kokukholelwa kuNkulunkulu ukuze nibone ukuthi, ekulandeleni uNkulunkulu, nikuqondisisile ngempela yini, nokuthi nifinyelele yini ekumazini ngeqiniso uNkulunkulu, nokuthi ingabe nisazi ngempela yini isimo somqondo sikaNkulunkulu ngezinhlobo ezahlukene zabantu, kanye nokuthi ingabe nikuqonda ngempela yini lokho uNkulunkulu akwenzayo kini nanokuthi ingabe uNkulunkulu uzibheka kanjani zonke izenzo zenu. Lo Nkulunkulu, oseduze nawe, ekuqondisa endleleni yokuqhubeka kwakho, elungiselela isiphetho sakho, futhi egcwalisa izidingo zakho—kungakanani wena, uma sekuhlaziywa ekugcineni, okuqondayo futhi okwaziyo ngempela Ngaye?

Umsebenzi Wokusabalalisa IVangeli Umsebenzi Futhi Wokuhlenga Umuntu

       
 IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga
          Bonke abantu badinga ukuqonda inhloso yomsebenzi Wami emhlabeni, okungukuthi, injongo yokugcina yomsebenzi Wami kanye nezinga ekumele ngifinyelele kulo kulo msebenzi ngaphambi kokuba ungaqedwa.

MUSICAL DOCUMENTARY "AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu " coming soon to reveal the mysteries of human life


1

UNkulunkulu Wengamela Phezu Kwesiphetho Sesintu Sonke


 IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

           Njengamalunga ohlanga lwesintu kanye namaKristu azinikele, kuwumthwalo nesibopho sethu sonke ukunikela imiqondo nemizimba yethu ukuze kugcwaliseke umsebenzi ophathiswe nguNkulunkulu ngoba ubuthina bonke bavela kuNkulunkulu, futhi bukhona ngenxa yobukhosi bukaNkulunkulu.

Kufanele Ufuna Indlela Yokufanelana NoKristu

   
Ngenze umsebenzi omningi phakathi kwabantu, namazwi engiwakhulume ngalesi sikhathi maningi. La mazwi angenxa yensindiso yomuntu, kanti akhulunywa ukuze umuntu afanelane Nami. ngizuze abantu abambalwa emhlabeni abafanelana Nami, ngakho ngiyasho ngithi umuntu akawenzi igugu amazwi Ami, ngoba umuntu akafanelani Nami.

Izwi Lamashumi Amabili Nesishiyagalombili




     “Uma ngifika ngivela eSiyoni, ngangilindwe yizo zonke izinto, ngathi uma sengibuyela eSiyoni, ngabingelelwa yibo bonke abantu.Njengoba ngafika ngabuya ngahamba, izinyathelo Zami azange zivinjwe yizinto ezaziwubutha Kimi, yingakho ngaqhubeka ngaphandle kwezihibe.