Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Funani uMbuso kaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Funani uMbuso kaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (1)

Isintu esonakaliswe kakhulu uSathane, asigcini nje ngokwazi ukuthi kunoNkulunkulu kodwa siyekile ukukhonza uNkulunkulu. Ekuqaleni, lapho kudalwa u-Adamu no-Eva, inkazimulo kaJehova nobufakazi Bakhe kwakuhlale kukhona.

Isenzo (6)

  Namuhla, abantu abaningi abanawo ngisho umcabango ophusile noma ulwazi ngoPawulu, okwathi lapho ashaywa iNkosi uJesu, wayesenze isinqumo sokusebenza futhi ahlupheke ngenxa Yayo. UJesu wamnika ukugula, futhi kamuva, uPawulu waqhubeka ehlushwa yilokhu kugula ngesikhathi eqala umsebenzi.

Ungabhekana Kanjani Nomsebenzi Wakho Wesikhathi Esizayo

          “Ungakwazi yini ukuveza isimo sikaNkulunkulu weesikhathi ngolimi olufanele lokho okushiwo yisikhathi? Uma ubheka odlule kukho emsebenzini kaNkulunkulu, ngabe ikhona iminingwane ongasichaza ngayo isimo sikaNkulunkulu? Ungasichaza kanjani ngokuyikho, ngendlela ekahle, efanele?

Isiphetho Somuntu

         Noma nini lapho kukhulunywa khona ngesiphetho, lokho nikubheka njengento ebaluleke kakhulu; nonke nisheshe nizwele uma kukhulunywa ngale ndaba. Abanye basheshe bacabange ngoNkulunkulu ngenxa yokuthi bafuna ukuba nesiphetho esihle. Ngingabona ngesifiso senu, esingadingi ukuba sichazwe ngamazwi. Nakanjani anifuni inyama yenu iwele enhlekeleleni, futhi ikakhulu, anifuni ukwehlela esijezisweni saphakade esikhathini esizayo. Ninethemba kuphela lokuphila ngokukhululekile futhi kalula.

Phunyuka Emandleni Obumnyama Uzozuzwa UNkulunkulu

    Ayini amandla obumnyama?
        Lokhu okubizwa ngamandla obumnyama kuwukuba isigqila sikaSathane, kungamandla kaSathane, futhi kungamandla aholela ekufeni Ngemva kokuthandaza ngobuqotho kuNkulunkulu, uphendulela inhliziyo yakho kuNkulunkulu ngokugcwele, kulokhu inhliziyo yakho igqugquzelwa uMoya kaNkulunkulu, uzimisele ngokuzinikela ngokugcwele, futhi manje usuphunyukile emandleni obumnyama.