Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izulu. Bonisa konke okuthunyelwe

Umbuso Weminyaka Eyinkulungwane Usufikile


    " Nibonile yini ukuthi umsebenzi kaNkulunkulu uzofezani ngaleli qembu labantu? UNkulunkulu uthe, ngisho eMbusweni Weminyaka Eyinkulungwane abantu kusazodingeka ukuthi baqhubeke belandela amazwi Akhe, futhi kusasa lamazwi kaNkulunkulu azoqondisa ukuphila kwabantu ezweni elihle laseKhanani. Lapho uMose esehlane, uNkulunkulu wamfundisa futhi wakhuluma naye ngokuqondile.