Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukumazi uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukumazi uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

Amazwi Ngokusebenzela UNkulunkulu Nokumfakazela

yazi uNkulunkulu,ubufakazi

192. Lapho kukhulunywa ngomsebenzi, umuntu ukholelwa ukuthi umsebenzi kufanele wenzelwe uNkulunkulu, ashumayele kuzo zonke izindawo futhi angene ezindlekweni ngenxa kaNkulunkulu.

Isimilo Senu Sibi Kakhulu!

UNkulunkulu USomandla uthi:Nonke nihlezi ezihlalweni zikanokusho, nifundisa labo bezizukulwane ezisencane ukuthi obani abawuhlobo lwenu, nibahlalise nani. Kwenzeka kanjani ukuba ningazi ukuthi lezo "zingane" zenu zase zivele zingasaphefumuli, nokuthi zazingenawo umsebenzi Wami kusukela kudala? Udumo Lwami lukhazimula lusuka ezweni laseMpumalanga luya ezweni laseNtshonalanga, kodwa uma udumo Lwami lusabalala luya emaphethelweni omhlaba nalapho luqala luphakama lukhazimula, ngizosusa udumo Lwami lwaseMpumalanga ngilulethe eNtshonalanga ukuze laba bantu bobumnyama eMpumalanga asebengihlamukile bangabi nakho ukukhazimula kokukhanya kusukela manje kuya phambili.

Ngilubonile Uthando LukaNkulunkulu



Ngilubonile Uthando LukaNkulunkulu

I
Ngizwa izwi elijwayelekile lilokhu lingibiza.
Ngaphaphama ukuze ngibone,
ukuthi ubani lo okhulumayo.
Izwi laKhe lipholile kodwa linohlonze,
isithombe saKhe sihle!
Uyahlushwa futhi ubekezelela ubuhlungu obukhulu,
egonwa yisandla saKhe esinothando.

Kulowo Abantu Okumele Bamphilele





South African Gospel Music “Kulowo Abantu Okumele Bamphilele”

I
Bekungacacile ukuthi abantu kumele baphilele bani.
Manje sengiyitholile impendulo.
Bengijwayele ukuziphilela mina,
ngifuna kuphela isithunzi nodumo.

Umsebenzi KaNkulunkulu Nokwenza Komuntu

       
umsebenzi kaNkulunkulu,uhlelo lukankulunkulu,ukulalela uNkulunkulu


        Umsebenzi kaNkulunkulu phakathi kwabantu ungehlukaniswe nomuntu uqobo, ngoba umuntu uyinjongo yomsebenzi Wakhe, futhi nguye kuphela isidalwa esenziwe uNkulunkulu esingafakaza kuNkulunkulu.

Zulu Christian Music "Ukuthanda uNkulunkulu Ongokoqobo Ngazo Zonke Izinhliziyo Zethu" (A Cappella)



Zulu Christian Music "Ukuthanda uNkulunkulu Ongokoqobo Ngazo Zonke Izinhliziyo Zethu" (A Cappella)
La … la la la … la la la….
La … la la la … la la la … la….
Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.
O Nkulunkulu! Inkazimulo yaKho igcwalisa izulu nomhlaba.

Niyobona Umzimba KaJesu KaMoya Uma UNkulunkulu Esenze Izulu Nomhlaba Kabusha

    Ingabe uyafisa ukubona uJesu? Ingabe uyafisa ukuhlala noJesu? Ingabe uyafisa ukuzwa amazwi akhulunywe uJesu? Uma kunjalo, uyokwamukela kanjani ukubuya kukaJesu? Ingabe ukulungele ngokupheleleyo? Uyokwamukela ngayiphi indlela ukubuya kukaJesu? Ngicabanga ukuthi bonke abafowethu nodadewethu abalandela uJesu bangathanda ukwamukela uJesukahle. 

Izulu Elisha Nomhlaba Omusha Sekuvelile "Umhlaba noMkhathi Kudumisa uNkulunkulu" Christian Dance



Umhlaba noMkhathi Kudumisa uNkulunkulu
I
Ayi … izingoma ziningi nemidanso iyajabulisa;
umkhathi nezingxenye ezikude zomhlaba kuba ulwandle olumangazayo.
Ayi … izulu lisha nomhlaba musha.
Ubukhulu bomkhathi womhlaba ugcwele ukudumisa; siyamemeza futhi sigxumagxume ngenjabulo.

Labo Abathanda UNkulunkulu Bayophila Phakathi Kokukhanya Kwakhe Ingunaphakade

 Ingqikithi yenkolelo yabantu abaningi kuNkunkulu iwukuqiniseka ngenkolo: Abanawo amandla okuthanda uNkulunkulu, bakwazi kuphela ukumlandela njengerobhothi, abakwazi ukulangazelela uNkulunkulu ngeqiniso noma ukumdumis

Umbuso Weminyaka Eyinkulungwane Usufikile


    " Nibonile yini ukuthi umsebenzi kaNkulunkulu uzofezani ngaleli qembu labantu? UNkulunkulu uthe, ngisho eMbusweni Weminyaka Eyinkulungwane abantu kusazodingeka ukuthi baqhubeke belandela amazwi Akhe, futhi kusasa lamazwi kaNkulunkulu azoqondisa ukuphila kwabantu ezweni elihle laseKhanani. Lapho uMose esehlane, uNkulunkulu wamfundisa futhi wakhuluma naye ngokuqondile.

Iziphambeko Ziyokwenza Umuntu Aye Esihogweni

umusa kaNkulunkulu,funa iqiniso,ukulunga kukaNkulunkulu


Ngininike izexwayiso eziningi futhi ngabeka amaqiniso amaningi phezu kwenu ukuze ngininqobe. Namhlanje nizizwa nicebe kakhulu kunangesikhathi esidlule, niqonda izimiso eziningi ezimayelana nendlela umuntu okufanele abe yiyo, futhi abe nokuhluzeka okuningi engqondweni abantu abathembekile okufanele babe nakho.