Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Umthombo:IBandla LikaNkulunkulu USomandla. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Umthombo:IBandla LikaNkulunkulu USomandla. Bonisa konke okuthunyelwe

Izwi Lamashumi Amabili Nane


 IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga
      Ukusola Kwami kuza phezu kwabo bonke abantu, kodwa kubuye kuhlale kukude nabo bonke abantu. Yonke impilo yomuntu ngamunye igcwele uthando nenzondo ebhekiswe Kimi, futhi akekho oke wangazi – ngakho Kimi indlela umuntu aziphatha ngayo iyashintshashintsha, futhi ayikwazi ukuba sesimweni esijwayelekile.