Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uMoya Ongcwele. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uMoya Ongcwele. Bonisa konke okuthunyelwe

Isahluko 1

Ukudumisa kufikile eSiyoni futhi indawo yokuhlala kaNkulunkulu ibonakele. Igama elihle elingcwele lidunyiswa yibo bonke abantu, futhi liyasabalala.

Indlela Yokukhonza Ngokuvumelana Nentando KaNkulunkulu

umsebenzi kaNkulunkulu,ukulalela uNkulunkulu,UPetru


Namuhla, ngizobe ngikhuluma ikakhulu ngendlela okumele abantu bakhonze ngayo uNkulunkulu, ekukholweni kwabo kuNkulunkulu, yimiphi imibandela okumele ifezwe kanye nokuthi yini ekumele iqondwe yilabo abakhonza uNkulunkulu, nokuthi yiziphi iziphambeko ezikhona ekukhonzeni kwakho. Kumele nikuqonde konke lokhu.

Indlela… (8)

uNkulunkulu,UMoya oNgcwele,ukukhulekela

Uma uNkulunkulu eseza emhlabeni ukuzohlanganyela nesintu, ukuhlala naso, akusiyo into yosuku olulodwa noma ezimbili. Mhlawumbe kuso sonke lesi sikhathi abantu banolwazi oluncane noma abangenalo nhlobo ulwazi ngoNkulunkulu, futhi mhlawumbe basanda kwambulelwa kabanzi ngokusebenzela uNkulunkulu, futhi sebegxilile okholweni lwabo kuNkulunkulu.

Indlela… (6)

  Izwi likaNkulunkulu,yazi uNkulunkulu,umsebenzi kaNkulunkulu,Ibandla


Umsebenzi kaNkulunkulu owenze ukuthi silethwe esikhathini samanje. Ngakho, sonke singabasindile ohlelweni lokuphatha lukaNkulunkulu, futhi ukuze sikwazi ukugcinwa osukwini lwesimanje kuwukuphakanyiswa nguNkulunkulu okukhulu.

Kuyini ukulandela uNkulunkulu?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Okubaluleke kakhulu ekulandeleni uNkulunkulu ukuthi konke kumele kuye ngokwamazwi kaNkulunkulu: Noma ngabe uphokophelela ukungena ekuphileni noma ukugcwalisa intando kaNkulunkulu, yonke into kumele igxile emazwini kaNkulunkulu.

Ukwenza Iqiniso Kuphela Okuwukuba Ngokoqobo

Ukukwazi ukuwachaza kahle amazwi kaNkulunkulu akusho ukuthi usesimweni esingokoqobo—izinto azilula njengoba ubungase ucabange. Ukuthi usesimweni esingokoqobo noma cha akuncikile kulokho okushoyo, kunalokho, kuncike kulokho okuphilayo.

New South African Gospel Song "Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo"


 New South African Gospel Song “Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu


UMoya kaNkulunkulu uphethe igunya phezu kwayo yonke into.
Inyama Yakhe nengqikithi Yakhe, amandla kusafana.

Indlela UPetru Amazi Ngayo UJesu

  
uJesu,ivangeli lombuso,ukuhamba noNkulunkulu


Esikhathini uPetru asichitha enoJesu, wabona izinto eziningi ezenza uJesu athandeke, izinto okufanele zilingiswe, futhi eziningi zaboniswa yena. Nakuba uPetru abubona ngezindlela eziningi ubuntu bukaNkulunkulu kuJesu, futhi abona ubuntu obuningi obuthandekayo, ekuqaleni wayengamazi uJesu.

Yilabo Abazi UNkulunkulu Kuphela Abangafakaza ngoNkulunkulu

   
UNkulunkulu uSomandla,Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga,uNkulunkulu,

        Kungumthetho waseZulwini nesimiso sasemhlabeni ukukholelwa kuNkulunkulu nokwazi uNkulunkulu, kanti namuhla—ngesikhathi lapho uNkulunkulu osesimweni somuntu enza umsebenzi Wakhe—yisikhathi esihle sokwazi uNkulunkulu.

44. Ngizimisele Ukwamukela Ukuhlolwa Yibo Bonke

                         UXian shang eJinzhong City, eShanxi Province

     Esikhathini esincane esedlule, zikhathi zonke uma ngizwa ukuthi abashumayeli besifunda beza ebandleni lethu, ngangiye ngizizwe ngingakhululekile kahle.

Lokho Umalusi Ofanelekayo Okufanele Ahlome Ngakho

Kumele uqonde izimo eziningi abantu abayoba kuzo lapho uMoya Ongcwele wenza umsebenzi kubo. Ikakhulukazi labo ababambisanayo ukuze bakhonze uNkulunkulu kumele baze bazibambe kangcono izimo ezilethwe umsebenzi uMoya Ongcwele owenza kubantu.
                 UBaituo Edolobheni laseDezhou, esiFundazweni saseShandong

      Ngaphambilini, ngangazi kuphela ukuthi ukuhlakanipha kukaNkulunkulu kwakusetshenziswa kuncike emaqhingeni kaSathane, ukuthi uNkulunkulu unguNkulunkulu ohlakaniphile nokuthi uSathane uyolokhu eyisitha esinqotshiwe kulolu daba, kodwa ngangingenakho ukuqonda noma ulwazi lwakho ngokusekelwe kwengihlangabezane nakho. Kamuva, kwaba sendaweni eyayihlelwe nguNkulunkulu kuphela lapho ngathola khona ukuhlangabezana nalolu hlangothi lweqiniso

19. Ukuzithukulula Emaketangeni Omoya

UWu Wen Edolobheni laseZhengzhou, EsiFundazweni saseHenan

Ngangiwumuntu obuthakathaka nozwelayo. Ngenkathi ngingakakholelwa kuNkulunkulu, ngangivame ukuzizwa ngiphansi futhi ngicindezeleka ngenxa yezinto ezazingifikela empilweni.

Ukububula KukaMninimandla Onke

      Kunemfihlo enkulukazi enhliziyweni yakho. Awazi ukuthi ikhona ngoba kade uphila ezweni elingenakho ukukhanya. Inhliziyo nomoya wakho kuthathwe ngomubi. Amehlo akho agutshuzelwe ubumnyama; awuliboni ilanga esibhakabhakeni, noma inkanyezi ekhazimulayo ebusuku. Izindlebe zakho zivimbekile ngamazwi akhohlisayo futhi awulizwa iphimbo likaJehova elindindizelayo, noma umsindo wamanzi ageleza evela esihlalweni sobukhosi.

UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Komuntu

UNkulunkulu USomandla uthi:“ Kusuka ngomzuzu ufika ukhala kulo mhlaba uqala ukuwenza umsebenzi wakho . Uqala ukubamba iqhaza lakho ohlelweni nasogcotshweni lukaNkulunkulu. Uqala uhambo lokuphila. Akukhathaliseki ukuthi usuka kuphi nokuthi uhlalelwe yiluphi uhambo, akekho ongaphunyukwa uhlelo olubekwe yiZulu, futhi akekho olawula isiphetho sakhe, yilowo obusa zonke izinto kuphela ongakwazi ukwenza lowo msebenzi.

Ukuthanda uNkulunkulu kuphela Okuwukukholwa kuNkulunkulu Ngeqiniso

         Namhlanje, njengoba ufuna ukuthanda nokwazi uNkulunkulu, kolunye uhlangothi, kufanele ubekezelele ubunzima kanye nokucwengwa, futhi kolunye, kumele ukhokhe inani. Asikho isifundo esibaluleke ukwedlula isifundo sokuthanda uNkulunkulu, futhi kungathiwa isifundo abantu abasifundayo esikhathini sabo sonke sokuphila bekholwa ukuthi ungamthanda kanjani uNkulunkulu.

Umsebenzi Wokusabalalisa IVangeli Umsebenzi Futhi Wokuhlenga Umuntu

       
 IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga
          Bonke abantu badinga ukuqonda inhloso yomsebenzi Wami emhlabeni, okungukuthi, injongo yokugcina yomsebenzi Wami kanye nezinga ekumele ngifinyelele kulo kulo msebenzi ngaphambi kokuba ungaqedwa.

Ingabe UZiqu Zintathu Into Ekhona?

    IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

         Ngemva kokuba abantu sebazi iqiniso lokuthi uJesu waba yinyama baqaphela lokhu: Ezulwini akukho kuphela uBaba, kodwa kuneNdodana, kanye noMoya imbala.bebelokhu bekholelwa, ukuthi kunalo Nkulunkulu ezulwini: uZiqu zintathu okunguYise, iNdodana, noMoya oNgcwele, bamunye.