Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula mkristu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula mkristu. Bonisa konke okuthunyelwe

Indlela… (7)

uNkulunkulu,Ukuthanda uNkulunkulu,Ukholo


Sonke siyabona ngalokho esibhekana nakho ukuthi sekukaningi uNkulunkulu esivulela indlela ngokwakhe uqobo ukuze sihambe endleleni eqondile, nengeyeqiniso. Lokhu kudalwa ukuthi le ndlela ngesiyivulelwe uNkulunkulu kusukela ekuqaleni futhi yadluliselwa esizukulwaneni sethu emuva kweminyaka yamashumi ezinkulungwane.

UNkulunkulu USomandla uthi
 "Usuku ngalunye eniluphilayo nenidlula kulo njengamanje lubucayi futhi lubaluleke kakhulu esiphethweni senu kanye nalokho enikudalelwe, ngakho kumele nikwazise konke eninakho ngawo wonke umzuzu odlulayo.