Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukukhanya. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukukhanya. Bonisa konke okuthunyelwe

Isenzo (6)

  Namuhla, abantu abaningi abanawo ngisho umcabango ophusile noma ulwazi ngoPawulu, okwathi lapho ashaywa iNkosi uJesu, wayesenze isinqumo sokusebenza futhi ahlupheke ngenxa Yayo. UJesu wamnika ukugula, futhi kamuva, uPawulu waqhubeka ehlushwa yilokhu kugula ngesikhathi eqala umsebenzi.

Isenzo (1)

Esikhathini esedlule, bekunokuchezuka okuningi ngendlela abantu ababebona ngayo izinto, futhi bekungaba okungenangqondo. Ngenxa yokuthi babengawaqondi amazinga okudingakalayo zikaNkulunkulu, bekunezindawo eziningi lapho izinto abantu abazenzayo zahamba ngokungafanele.

Ukukhonza Kwenkolo Kumele Kususwe

Amazwi kaNkulunkulu,ivangeli,funa iqiniso


Kusukela ekuqaleni komsebenzi wakhe endaweni yonke, uNkulunkulu wanqumela kusengaphambili abantu abaningi ukuba bamkhonze, kuhlanganisa abantu abavela kuzo zonke izizinda zokuphila. Injongo Yakhe ukufeza intando Yakhe nokuqiniseka ngokuthi umsebenzi Wakhe emhlabeni uthela kahle izithelo.

Indlela… (5)

uNkulunkulu,Iqiniso,UMoya oNgcwele

Wayengekho owayazi uMoya Ongcwele ngaphambilini, futhi empeleni babengazi ukuthi indlela kaMoya Ongcwele iyini. Yingakho abantu bebehlala bezihlaza phambi kukaNkulunkulu.

UKristu Wenza Umsebenzi Wokwahlulela Ngeqiniso

uKristu,uNkulunkulu,Iqiniso


Umsebenzi wezinsuku zokugcina ukwahlukanisa bonke ngokohlobo lwabo, ukuze kuphothulwe uhlelo lukaNkulunkulu lokuphatha, ngoba isikhathi sesisondele futhi usuku lukaNkulunkulu selufikile.

Izwi Leshumi Nanhlanu

 “Umuntu yisidalwa esingazazi. Yize engazazi, kodwa abanye abantu ubazi njengentende yesandla sakhe, njengokungathi bonke badlule kuye “wabahlola” base bephasiswa nguye ngaphambi kokusho noma ukwenza okuthile, kanjalo sengathi ubakale bonke isimo sabo sengqondo. 

Phunyuka Emandleni Obumnyama Uzozuzwa UNkulunkulu

    Ayini amandla obumnyama?
        Lokhu okubizwa ngamandla obumnyama kuwukuba isigqila sikaSathane, kungamandla kaSathane, futhi kungamandla aholela ekufeni Ngemva kokuthandaza ngobuqotho kuNkulunkulu, uphendulela inhliziyo yakho kuNkulunkulu ngokugcwele, kulokhu inhliziyo yakho igqugquzelwa uMoya kaNkulunkulu, uzimisele ngokuzinikela ngokugcwele, futhi manje usuphunyukile emandleni obumnyama. 

Ukuthola Ukucwengisiswa Kuphela Okungenza Umuntu Athande UNkulunkulu Ngokweqiniso

          Ingabe umuntu kufanele amthande kanjani uNkulunkulu ngesikhathi sokucwengwa? Emva kokuthola ukucwengeka, nangesikhathi sokucwengeka abantu bayakwazi ukumdumisa ngokweqiniso uNkulunkulu bakwazi nokuzibona ukuthi basilele kangakanani. Uma kukukhulu ukucwengeka kwakho, kanjalo uzokwazi ukuyehlula inyama; uma kukukhulu ukucwengeka kwakho, kungale nkathi nothando lukaNkulunkulu luzokwanda ebantwini.

UNkulunkulu USomandla uthi
 "Usuku ngalunye eniluphilayo nenidlula kulo njengamanje lubucayi futhi lubaluleke kakhulu esiphethweni senu kanye nalokho enikudalelwe, ngakho kumele nikwazise konke eninakho ngawo wonke umzuzu odlulayo.