Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izwi likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izwi likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

Isahluko 27

Ukuziphatha kwabantu akukaze kuyithinte inhliziyo Yami, noma ngikubone njengokubalulekile. Umuntu uhlala ebona sengathi ngimphethe ngesandla sensimbi kanti futhi ngihlala ngisebenzisa igunya phezu kwakhe.

Kusho ukuthini "ukushiya konke bese ulandela uNkulunkulu"?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Unganikela ngayo yonke inhliziyo nomzimba wakho nalo lonke uthando lwakho kuNkulunkulu, ukubeke phambi kukaNkulunkulu, umlalele ngokuphelele Yena, futhi ucabangele ngokuphelele intando Yakhe.

Okuphawulwa uNkulunkulu ngoJobe nokuseBhayibhelini

(UJobe 1:1) Kwakukhona umuntu ezweni lase-Uze, ogama lakhe kwakunguJobe; futhi loyo muntu wayengenasici futhi elungile, nowayemesaba uNkulunkulu, futhi egwema ububi.

UMdali uVeza Imizwa Yakhe Yeqiniso ngeSintu

Le ngxoxo phakathi kukaNkulunkulu uJehova noJona ngaphandle kokungabaza, ingukubonakaliswa kwemizwa yeqiniso yoMdali ngesintu. Ngasengxenye, yazisa abantu ngokuqonda koMdali kwayo yonke imvelo engaphansi komyalo Wakhe; njengoba uNkulunkulu uJehova wathi, “mina-ke bengingayikulihawukela iNineve, umuzi omkhulu, okukuwo abantu abangaphezu kwezinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili abangakwazi ukwahlukanisa isandla sokunene nesokhohlo; kanye nezinkomo eziningi na?”

Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Wezinsuku Zokugcina Wenza Umsebenzi Wamazwi"



Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Wezinsuku Zokugcina Wenza Umsebenzi Wamazwi"

I
UNkulunkulu osesimweni somuntu wezinsuku zokugcina
uphetha iNkathi Yomusa futhi ukhuluma amazwi aphelelisa nakhanyisayo,
amazwi asusa imiqondo engacacile ngoNkulunkulu enhliziyweni yomuntu.

UNkulunkulu Wenza Uthingo Njengophawu Lwesivumelwano Sakhe Nabantu

Amazwi kaNkulunkulu,izibusiso,izethembiso zikaNkulunkulu


(UGenesise 9:11-13) Futhi ngizomisa isivumelwano sami nawe, ayisekho inyama eyophinda ibhujiswe ngamanzi kazamcolo; akasayikuza uzamcolo ukubhubhisa umhlaba.

Zulu Gospel Dance "Dumisani Okufezwe Umsebenzi KaNkulunkulu" Indumiso Egcwele



Dumisani Okufezwe Umsebenzi KaNkulunkulu
I
Umsebenzi kaNkulunkulu omkhulu ushintsha ngokushesha okukhulu, kunzima ukuwuqonda, uyabathonya abantu.
Bheka eduze kwakho, akusafani nasekuqaleni, yonke into yinhle futhi yintsha.

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma (Zulu Subtitles)



South African Music Documentary - "Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma" 
UMbuso wamaRoma omdala usungulelwa
ukuthi kusabalale ubuKristu. Uyachuma nobuKristu buyinkolo yombuso wawo. Bese ubhidlika ngenxa yokuhlupha kwawo amaKristu. …. Buka lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu ukuze uthole izizathu eziyimbangela yokuphakama nokuwa koMbuso wamaRoma.

Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (1)



  Umsebenzi Wami usuzophela. Iminyaka eminingi esiyichithe sindawonye isibe inkumbulo engabekezeleleki yenkathi edlule. Ngiye ngaphindaphinda amazwi Ami futhi angiyekanga ukuthuthuka emsebenzini Wami omusha.

Isimilo Senu Sibi Kakhulu!

UNkulunkulu USomandla uthi:Nonke nihlezi ezihlalweni zikanokusho, nifundisa labo bezizukulwane ezisencane ukuthi obani abawuhlobo lwenu, nibahlalise nani. Kwenzeka kanjani ukuba ningazi ukuthi lezo "zingane" zenu zase zivele zingasaphefumuli, nokuthi zazingenawo umsebenzi Wami kusukela kudala? Udumo Lwami lukhazimula lusuka ezweni laseMpumalanga luya ezweni laseNtshonalanga, kodwa uma udumo Lwami lusabalala luya emaphethelweni omhlaba nalapho luqala luphakama lukhazimula, ngizosusa udumo Lwami lwaseMpumalanga ngilulethe eNtshonalanga ukuze laba bantu bobumnyama eMpumalanga asebengihlamukile bangabi nakho ukukhazimula kokukhanya kusukela manje kuya phambili.

Ukube Angisindiswanga uNkulunkulu



I
  • Ukube angisindiswanga uNkulunkulu,
  • ngabe ngisaqhubeka nokukhukhuleka nale lizwe,
  • ngilwa kanzima nakabuhlungu esonweni;
  • usuku nosuku ngifiphazeke futhi ngingenathemba.

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (2)

         Ngesikhathi uJesu esebenzela eJudiya, wayesebenza obala, kodwa manje, ngisebenza futhi ngikhulume nani ekusithekeni. Abangewona amakholwa abakuboni nhlobo lokhu. Ukusebenza Kwami phakathi kwenu kuqhelile kokwabanye. La mazwi, lezi zinsolo nezahlulelo, kwaziwa yini kuphela, hhayi abanye. Wonke lo msebenzi wenziwa phakathi kwenu futhi uvuleleke kinina kuphela; akekho kulabo abangakholwa owazi ngawo, ngoba isikhathi asikafiki.

Yini Okumele Abakholwayo Bakholelwe Kuyo

  "Ngabe yini le eyamukelwa umuntu kusukela mhla eqala ukukholwa wuNkulunkulu? Ngabe bewazini ngoNkulunkulu? Ngabe sewushintshe kangakanani njengoba sewukholwa wuNkulunkulu?

Ihubo lombuso

Abantu bayangihalalisela, abantu bayangidumisa; yonke imilomo ibiza igama likaNkulunkulu oyedwa weqiniso, bonke abantu baphakamisa amehlo ukubuka izenzo zaMi. Umbuso wehlela emhlabeni, ubuntu Bami bucebile bunenala.

Indlela… (5)

uNkulunkulu,Iqiniso,UMoya oNgcwele

Wayengekho owayazi uMoya Ongcwele ngaphambilini, futhi empeleni babengazi ukuthi indlela kaMoya Ongcwele iyini. Yingakho abantu bebehlala bezihlaza phambi kukaNkulunkulu.

Izulu Elisha Nomhlaba Omusha Sekuvelile "Umhlaba noMkhathi Kudumisa uNkulunkulu" Christian Dance



Umhlaba noMkhathi Kudumisa uNkulunkulu
I
Ayi … izingoma ziningi nemidanso iyajabulisa;
umkhathi nezingxenye ezikude zomhlaba kuba ulwandle olumangazayo.
Ayi … izulu lisha nomhlaba musha.
Ubukhulu bomkhathi womhlaba ugcwele ukudumisa; siyamemeza futhi sigxumagxume ngenjabulo.

UNkulunkulu Uyabaphelelisa Labo Abafuna Inhliziyo Yakhe

Iqembu labantu uNkulunkulu afuna ukubazuza manje, yilabo abalwela ukubambisana noNkulunkulu, abangahlonipha umsebenzi Wakhe, nabakholwa ukuthi amazwi uNkulunkulu awakhulumayo ayiqiniso, abangenza izinto ezifunwa uNkulunkulu.