Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukulunga. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukulunga. Bonisa konke okuthunyelwe

ISodoma Iyaqothulwa Ngokuvusa Intukuthelo KaJehova

Uma abantu baseSodoma bebona lezi zinceku ezimbili, abazange babuze isizathu sokufika kwazo, futhi akekho nowabuza ukuthi ingabe babefike ukuzosabalalisa intando kaNkulunkulu na?

South African Gospel Song "UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu



South African Gospel Song "UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo
Esehlela esizweni sikadrako omkhulu obomvu.
UNkulunkulu uyaphenduka abheke umhlaba bese uqala uzamazama.
Ngabe ikhona indawo engabhekani nokwahlulela Kwakhe?
Noma iphile esishayweni asehlisile?

UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele VI




Ubungcwele bukaNkulunkulu (III)

  Nizizwa kanjani emuva kokusho imithandazo yenu? (Sithokozile futhi sithintekile kakhulu.) Masiqale ingxoxo yethu. Ingabe isiphi isihloko esixoxe ngaso sigcina? (Ubungcwele bukaNkulunkulu.) Futhi ingabe iyiphi ingxenye kaNkulunkulu Uqobo Lwakhe, ubungcwele bukaNkulunkulu obuphathelene nayo? Ingabe buphathelene nobukhona bukaNkulunkulu? (Yebo.)

Gospel Movie "UNKULUNKULU AKUBUSISE" Worship God and Receive His Protection (Zulu Dubbed)



Abantu bajwayele ukuthi, "Izingozi ziyenzeka, impilo ngeke uyazi."
Namhlanje, ezomnotho nezobuchwepheshe kuthuthuka ngesivinini esikhulu,
amazinga okuphila athuthuke kancane kancane,
kodwa sesithole ukuthi izibhicongo emhlabenijikelele zinyuka usuku nosuku.

Izwi Leshumi Nesishiyagalombili

  Ngokuphazima kombani, isilwane ngasinye sivezwa ngobunjalo baso. Kanjalo, nabantu ngokukhanyiswa ukukhanya Kwami, baphinde babuyela esimweni sobungcwele abake baba naso. Ewu, umhlaba wakudala ogcwele inkohlakalo usuwele emanzini angcolile wazika wangena ngaphansi ekujuleni, wancibilika odakeni!

MUSICAL DOCUMENTARY Isintu Sizilawulela Sona Ngempela Isimiselo Saso? coming soon to reveal the mysteries of human life


     
     Lapho sibhekene nenhlekelele engalindelwe, lonke ulwazi, amakhono nokwazi kwethu akusizi ngalutho ….
Singamemeza kuphela ngosizi, silinde ukufa phakathi kokwesaba nokungabi namandla….

Uthando lukaNkulunkulu Luyayinqoba Inhliziyo Yomuntu "Ingoma Yokunamathela Okusuka Enhliziyweni"



Uthando lukaNkulunkulu Luyayinqoba Inhliziyo Yomuntu "Ingoma Yokunamathela Okusuka Enhliziyweni"

Uyena Yedwa, unguNkulunkulu enyameni.
Lokho akushoyo, lokho akwenzayo, konke kuyiqiniso.
Ukuhlakanipha kwaKhe, ukulunga kwaKhe, ngikuthanda konke.