Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ibhayibheli. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ibhayibheli. Bonisa konke okuthunyelwe

Umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina ukwahlulela kwesihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe, njengalokhu kuphrofethiwe eNcwadini YeSambulo

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Ngoba sesifikile isikhathi sokuqala kwesahlulelo endlini kaNkulunkulu” (1 Petru 4:17).

Ngase ngibona isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe nohlezi kuso, obuso bakhe babalekelwa yizulu nomhlaba; akutholelwanga indawo.

USathane Uvivinya UJobe Okokuqala

a. Amazwi Akhulunywa UNkulunkulu

(UJobe 1:8) Yayisithi iNKOSI kuSathane, Ingabe uyiqaphela inceku yami uJobe, ukuthi akekho ofana naye emhlabeni, indoda engasoleki nelungile, owesaba uNkulunkulu, nogwema okubi?

Okuphawulwa uNkulunkulu ngoJobe nokuseBhayibhelini

(UJobe 1:1) Kwakukhona umuntu ezweni lase-Uze, ogama lakhe kwakunguJobe; futhi loyo muntu wayengenasici futhi elungile, nowayemesaba uNkulunkulu, futhi egwema ububi.

ISodoma Iyaqothulwa Ngokuvusa Intukuthelo KaJehova

Uma abantu baseSodoma bebona lezi zinceku ezimbili, abazange babuze isizathu sokufika kwazo, futhi akekho nowabuza ukuthi ingabe babefike ukuzosabalalisa intando kaNkulunkulu na?

Uzibheka Kanjani Izincwadi Eziyishumi Nantathu?

ITestamente Elisha leBhayibheli linezincwadi zikaPawulu eziyishumi nantathu. Lezi zincwadi eziyishumi nantathu zonke zabhalwa uPawulu ebhalela amabandla ayekholwa kuJesu Kristu ngesikhathi somsebenzi wakhe.

Kumele Uqonde Umsebenzi—Ungalandeli Ngokudideka!


Njengamanje baningi abantu abakholwa ngendlela enokudideka. Kuningi enizibuza kona, umuzwa wenu wokuphokophelela izibusiso mkhulu kakhulu, kanti umuzwa wenu wokuphokophelela ukuphila wona muncane kakhulu.

Iposi “Lejuba”

USu Jie, eChina

Ngelinye ilanga ngo-1999, emuva kokuphela komhlangano, umfundisi wathi kimina, “Su Jie, nansi incwadi yakho.” Ngithe nje lapho ngiyibona, ngavele ngabona ukuthi ivela ebandleni engangilisungule eShandong.

Ngakwamukela Ukubuya KweNkosi

uQingxin, eMyanmar

Abazali bami bobabili bangamaKristu futhi kusukela ebuncaneni bami ngaqala ukuya nabo enkonzweni ukuze ngithamele izinkonzo. Lapho ngineminyaka eyi-12 ngahambela ikhempu enkulukazi yamaKristu eMyanmar, futhi ngenkathi ngilapho umfundisi othile wathi kimina: “Ukuphela kwendlela yokugwema ukufa beseungena embusweni wezulu ukubhaphathizwa.”

Ngosuku Lokuqala, Usuku Nobusuku Besintu Buyazalwa Futhi Buma Buqine Ngenxa Yegunya LikaNkulunkulu

Ake sibheke lesi siqephu sokuqala: “Futhi uNkulunkulu wathi, Makube khona ukukhanya: kwase kuba khona ukukhanya. Futhi uNkulunkulu wakubona ukukhanya ukuthi kuhle: Wase uNkulunkulu ehlukanisa ukukhanya nobumnyama.

Izingxenye Eziyishumi Ezikhethwe Ezwini LikaNkulunkulu Ngesithi “Mayelana NeBhayibheli”

  1. Eminyakeni eminingi, izindlela zomdabu zabantu zokukholwa (lezo zobuKristu, okungenye yezinkolo ezintathu ezinkulu emhlabeni) bekuwukufunda iBhayibheli; ukusuka eBhayibhelini akulona ukholo eNkosini, ukusuka eBhayibhelini kuyinkolelo-ze embi, kanye nokuhlubuka, futhi ngisho lapho abantu befunda ezinye izincwadi, isisekelo salezo zincwadi kufanele kube ukuchazwa kweBhayibheli.

MUSICAL DOCUMENTARY “THE ONE WHO HOLDS SOVEREIGNTY OVER EVERYTHING Why Do We Live? And Why Do We Have to Die?” coming soon to reveal the mysteries of human life


   Siphilelani? Futhi Kungani Kufanele Sife?



     Kuzo zonke izinkathi, bonke abantu balandele imithetho yokuphila efanayo; kusuka emagameni abo okuqala baze babe mpunga, bachitha izimpilo zabo zonke bephuthuma, ekugcineni baze baphenduke uthuli …

     uNkulunkulu uthi: “Labo abafayo bahamba nezindaba zalabo abaphilayo, futhi labo abaphilayo baphinda lowo mlando ofanayo onosizwalabo asebefileWonderful 

Recommendation:Unyazi LwaseMpumalanga

Ingabe UZiqu Zintathu Into Ekhona?

    IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

         Ngemva kokuba abantu sebazi iqiniso lokuthi uJesu waba yinyama baqaphela lokhu: Ezulwini akukho kuphela uBaba, kodwa kuneNdodana, kanye noMoya imbala.bebelokhu bekholelwa, ukuthi kunalo Nkulunkulu ezulwini: uZiqu zintathu okunguYise, iNdodana, noMoya oNgcwele, bamunye.

Yimuphi Umqondo Okumele Abakholwayo Bawubambe


      Ngabe yini le esiyamukelwe umuntu kusukela aqala ukukholwa kuNkulunkulu? Bewazini ngoNkulunkulu? Ngabe sewuguquke kangakanani njengoba sewukholwa kuNkulunkulu? Manje nonke seniyazi ukuthi ukukholwa komuntu kuNkulunkulu akwenzelwa ukusindiswa komphefumulo kuphela kanye nokunakekelwa kwenyama, noma ukuthi anothise impilo yakhe ngothando lukaNkulunkulu, njalo njalo.

Mayelana neBhayibheli (4)

UNkulunkuluUSomandla uthi:

"Abantu abaningi bakholwa ukuthi ukuqonda nokukwazi ukuchaza iBhayibheli kufana nokuthola indlela yeqiniso—kodwa empeleni, Ingabe izinto zicace kanjalo ngempela? Akekho owazi iqiniso leBhayibheli: ukuthi aliyilutho oludlula umbhalo womlando ngomsebenzi kaNkulunkulu, kanye nobufakazi bezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu zaphambilini, futhi alikuniki ukuqonda izinhloso zomsebenzi kaNkulunkulu.

Mayelana neBhayibheli (2)

UNkulunkuluUSomandla uthi:
"IBhayibheli futhi libizwa ngokuthi iTestamente Elidala neTestamente Elisha. Niyazi ukuthi “itestamente” kuchaza ukuthini? “Itestamente” eTestamenteni Elidala livela esivumelwaneni sikaJehova kanye nabantu bakwa-Israyeli, ngesikhathi ebulala abantu baseGibhithe futhi wasindisa abakwa-Israyeli kuFaro.

Mayelana neBhayibheli (1)

Kufanele silithathe kanjani iBhayibheli ekukholweni kuNkulunkulu? Lo umbuzo omayelana nomyalo. Kungani sixoxisana ngalo mbuzo? Yingoba esikhathini esizayo uyosabalalisa ivangeli futhi wandise umsebenzi weNkathi Yombuso, futhi akwanele ukumane wazi ukukhuluma ngomsebenzi kaNkulunkulu namhlanje.

Ingabe Wethembeke Kubani?

IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga


Usuku ngalunye eniluphilayo nenidlula kulo njengamanje lubucayi futhi lubaluleke kakhulu esiphethweni senu kanye nasekusaseni lenu, ngakho kumele nikwazise konke eninakho ngawo wonke umzuzu odlulayo. Kumele nisisebenzise kahle isikhathi senu ukuze nizinike inzuzo enkulu, ukuze ningayiphileli ize le mpilo. Mhlawumbe nizizwa ninokudideka ukuthi kungani ngikhuluma lamazwi. Ngokweqiniso, angithokozile ngezenzo zenu nonke.