Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Indlela. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Indlela. Bonisa konke okuthunyelwe

Umsebenzi ENkathini Yomthetho

  
UJehova,UNowa,ivangeli

  
Umsebenzi uJehova awenza kuma-Israyeli wamisa phakathi kwesintu indawo kaNkulunkulu yokudabuka emhlabeni, futhi okwakuyindawo engcwele ayekhona kuyo. Wawugcina umsebenzi wakhe ukubantu bakwa-Israyeli kuphela.

5. Abantu bavame ukuthi, “Ubuhle bunomvuzo wakho, ububi ukujeziswa kwakho,” khona-ke kungani uNkulunkulu engasusi bonke abantu ababi?

  Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

  Namuhla, noma bengenzani, futhi kuncike ekutheni bangaphazamisi ukuphatha kukaNkulunkulu futhi abangahlangene nhlobo nomsebenzi kaNkulunkulu, abantu abanjalo ngeke babhekane nembuyiselo ehambisanayo, ngoba usuku lolaka alukafiki.Kuningi abantu abakholwa ukuthu uNkulunkulu ukube usebhekene nakho, futhi bacabanga ukuthi abenzi bobubi kumele babhekane nempindiselo ebafanele ngokushesha.

2. Kungani izwe limnyama futhi lilibi kangaka? Ngokuba kwesintu sezingeni eliphezulu lokukhohlakala, ingabe kufanele libhujiswe?

  Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

  Umuntu walahlekelwa inhliziyo eyesaba uNkulunkulu ngemva kokonakaliswa uSathane, futhi walahlekelwa umsebenzi izidalwa zikaNkulunkulu okufanele zibe nawo, waba isitha esingamlaleli uNkulunkulu.

UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele IV


 


Ubungcwele BukaNkulunkulu (I)

Sibe nokuhlanganyela okwengeziwe ngegunya likaNkulunkulu ekuhlangeneni kwethu kokugcina, futhi angeke sikhulume ngokulunga kukaNkulunkulu okwamanje. Namhlanje, sizokhuluma ngesihloko esisha sha—ubungcwele bukaNkulunkulu.

South African Gospel Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu" Live in the Light



South African Gospel Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu" Live in the Light
Abantu bakaNkulunkulu baphakanyiswe ngaphambi kwesihlalo Sakhe,
imithandazo eminingi ezinhliziyweni zabo.
UNkulunkulu ubusisa bonke ababuyela Kuyena;
bonke baphila ekukhanyeni.
Khulekela ukuthi Umoya oNgcwele akhanyise izwi likaNkulunkulu
ukuze sazi ngokugcwele intando kaNkulunkulu.

Inhloso Yokwengamela Umuntu

Uma abantu bengaqonda ngokugcwele indlela elungile yempilo yomuntu kanjalo nenhloso kaNkulunkulu yokulawula umuntu, ngeke baphathe ikusasa labo ngabanye ngabanye kanye nemigomo abayiphokophelele njengomcebo ezinhliziyweni zabo. Ngeke besafisa ukukhonza abazali babo abangcole ngaphezu kwezingulube nezinja.

Izwi Leshumi Nesishiyagalolunye

  Kungumsebenzi wabantu ofanele ukuthi bathathe amazwi Ami njengesisekelo sokusinda kwabo. Umuntu kumele akhele ingxenye yakhe kuzo zonke izingxenye zamazwi Ami; ukungakwenzi lokhu kuzoba ukuzibizela izinkinga, ukuzifunela ukubhujiswa.

Izwi Leshumi Nesishiyagalombili

  Ngokuphazima kombani, isilwane ngasinye sivezwa ngobunjalo baso. Kanjalo, nabantu ngokukhanyiswa ukukhanya Kwami, baphinde babuyela esimweni sobungcwele abake baba naso. Ewu, umhlaba wakudala ogcwele inkohlakalo usuwele emanzini angcolile wazika wangena ngaphansi ekujuleni, wancibilika odakeni!

Indlela UPetru Amazi Ngayo UJesu

  
uJesu,ivangeli lombuso,ukuhamba noNkulunkulu


Esikhathini uPetru asichitha enoJesu, wabona izinto eziningi ezenza uJesu athandeke, izinto okufanele zilingiswe, futhi eziningi zaboniswa yena. Nakuba uPetru abubona ngezindlela eziningi ubuntu bukaNkulunkulu kuJesu, futhi abona ubuntu obuningi obuthandekayo, ekuqaleni wayengamazi uJesu.

"Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" South Africa Gospel Choir Full Documentary 2018



"Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" South Africa Gospel Choir Full Documentary 2018

Ngaso sonke isikhathi endaweni yonke, zonke izinto ezisemkhathini zihamba ngokunembile phakathi kwemizila yazo. Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila…. Lokhu konke kuklanywe ngokumangalisayo—ingabe ukhona Onamandla obusa futhi ahlele konke lokhu?

Izwi Leshumi Nesithupha

  Kuningi kakhulu engifisa ukukusho kubantu, ziningi kakhulu izinto okufanele ngimtshele zona. Kodwa amandla omuntu okwamukela asilela kakhulu. Umuntu akakwazi ukubamba ngokupheleleyo amazwi Ami ngalokho engikuhlinzekayo, kepha umuntu uqonda okukodwa kuphela bese engazi lutho ngalokhu okunye. Naphezu kwakho konke lokho, Mina angimbulali umuntu ngenxa yokungabi namandla kwakhe, futhi angithukutheliswa ukuba buthakathaka kwakhe.

Izwi Leshumi Nesithupha

  Kuningi kakhulu engifisa ukukusho kubantu, ziningi kakhulu izinto okufanele ngimtshele zona. Kodwa amandla omuntu okwamukela asilela kakhulu. Umuntu akakwazi ukubamba ngokupheleleyo amazwi Ami ngalokho engikuhlinzekayo, kepha umuntu uqonda okukodwa kuphela bese engazi lutho ngalokhu okunye. Naphezu kwakho konke lokho, Mina angimbulali umuntu ngenxa yokungabi namandla kwakhe, futhi angithukutheliswa ukuba buthakathaka kwakhe.

Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Imibono Evezwayo Ngenhlekelele



       Abantu abaningi bacabanga ukuthi isimiselo sabo sisezandleni zabo. Kodwa lapho kufika inhlekelele, konke esikuzwayo ukungabi namandla, uvalo, nokwesaba okukhulu, bese sizwa ukungabi yilutho kwesintu nobuthaka bokuphila….

Umsebenzi KaNkulunkulu Kanye Nomsebenzi Womuntu



  Phakathi komsebenzi owenziwa umuntu ungakananiUmsebenzi kaMoya oNgcwele uyafezwa futhi uqedelwe ngabantu abahlukahlukene kanye nezimo ezinhlobonhlobo.

Ingqikithi Yenyama Ehlalwe UNkulunkulu

umsebenzi kaNkulunkulu,ukuba senyameni, ukuhlakanipha

UNkulunkulu wokuqala owaba sesimweni somuntu waphila emhlabeni iminyaka engamashumi amathathu nantathu kanye nengxenye, nokho wenza inkonzo Yakhe iminyaka emithathu nengxenye yaleyo minyaka.

Isenzo (8)

  Kuningi okwenziwa abantu okuphambene nokuyisono, abakwazi ukuzilawula, futhi ngaleyo ndlela kunesidingo sokubaqondisa ukuze bahambe endleleni efanele; ngamanye amazwi, bayakwazi ukulawula impilo yabo yobuntu nempilo yabo engokomoya, bakwenza kokubili lokhu, futhi asikho isidingo sokubasekela nokubaqondisa njalo.

Ukubonakala KukaNkulunkulu Kulethe Inkathi Entsha

  


  Uhlelo lokuphatha lukaNkulunkulu lweminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha selufika emaphethelweni, futhi isango lombuso weZulu selivulelwe bonke abafuna ukubonakala kukaNkulunkulu.

28. Ubunjalo bomuntu omuhle Ngempela

Ibandla,Ukuthanda uNkulunkulu,Uthando


UMoran eLinyi City, eShandong Province

Kusukela ngisewumntwana, bengihlale ngibeka ukubaluleka kokuthi abanye abantu bangibona kanjani nangendlela abangibheka ngayo. Ukuze ngithole udumo kwabanye ngakho konke engikwenzayo, angikaze ngiphikisane namuntu noma ngabe kukhona okuvelayo, ukuze ngivikele ukubhubhisa isithombe esihle abanye abantu abanaso ngami.

Ingabe Uyazi? UNkulunkulu Wenze Into Enkulu Phakathi Kwabantu


Inkathi endala seyidlulile, futhi inkathi entsha seyifikile. Unyaka nonyaka, usuku nosuku, uNkulunkulu usenze umsebenzi omkhulu. Wafika emhlabeni wabuye wawushiya ngesikhathi esifanele.Umjikelezo onjalo sewuqhubekile ezizukulwaneni eziningi.