Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ivangeli lombuso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ivangeli lombuso. Bonisa konke okuthunyelwe

Ngosuku Lokuqala, Usuku Nobusuku Besintu Buyazalwa Futhi Buma Buqine Ngenxa Yegunya LikaNkulunkulu

Ake sibheke lesi siqephu sokuqala: “Futhi uNkulunkulu wathi, Makube khona ukukhanya: kwase kuba khona ukukhanya. Futhi uNkulunkulu wakubona ukukhanya ukuthi kuhle: Wase uNkulunkulu ehlukanisa ukukhanya nobumnyama.

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono (Zulu Subtitles)



2018 Zulu Gospel Movie Clip - "UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono"
NgeNkathi Yomusa, iNkosi uJesu yafika phakathi kwabantu yase ibethelwa ngenxa yabo. Yakhulula umuntu ekuboshweni ngumthetho, futhi ngenxa yomnikelo wesono, isintu sathokozela uthando nobubele beNkosi….

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwezinto Zonke Ezulwini Nasemhlabeni (Zulu Subtitles)



South African Gospel Music "UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwezinto Zonke Ezulwini Nasemhlabeni" (Zulu Subs)

Isintu besilokhu sifuna lezi zimpendulo iminyaka eyizinkulungwane ezimbalwa: kwenzeka kanjani ukuthi imihlaba esemkhathini iqhubeke ngokuhleleka okuphelele kangaka?

UKristu Wezinsuku Zokugcina Kuphela Onganika Umuntu Indlela Yokuphila Ingunaphakade

igunya likaNkulunkulu,izwi likaNkulunkulu,ukuphila kwaphakade


Indlela yokuphila akusiyo into engaba ekanoma ubani, futhi ayitholwa yibo bonke abantu kalula. Lokhu kwenziwa ukuthi ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela, okusho ukuthi, uNkulunkulu kuphela onesiqu sokuphila, ayikho enye indlela yokuphila ngaphandle kukaNkulunkulu Uqobo, ngakho-ke uNkulunkulu kuphela owumthombo wokuphila, futhi uwumthombo wamanzi okuphila ahlala egeleza.

Gospel Choir | "Abantu Baphinde Babuyela Esimweni Sobungcwele Abake baba Naso" (Zulu Subtitles)



South African Christian Music "UNkulunkulu Uzobuyisela Isimo Sokuqala Sendalo"
I
Amazwi Akhe engena ekujuleni, uNkulunkulu ubheka umhlaba.
Indalo yonke yenziwe kabusha ezwini likaNkulunkulu.
Izulu liyaguquka, umhlaba ngokunjalo, umuntu uyaziveza ubunjalo bakhe.

Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani

 


South African Gospel Music"Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani"

I
Ngibuyele emndenini kaNkulunkulu,
ngijabulile futhi ngithokozile.
Izandla zami zibambe isithandwa sami,
inhliziyo yami engeyaKhe.

Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde




South African Gospel Music "Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde"

I
Ngaphezu kwezihlahla, kweqe inyanga enokuthula.
Njengesithandwa sami, esilungile nesihle.
O sithandwa sami, uKuphi?
Manje ngiyakhala.
Uyakuzwa ukukhala kwami?
Nguwe onginika uthando.