Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukubuya kweNkosi uJesu okwesibili. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukubuya kweNkosi uJesu okwesibili. Bonisa konke okuthunyelwe

UNkulunkulu USomandla UyiNkosi UJesu Ebuyile

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Emva komsebenzi kaJehova, uJesu waba inyama ukuze enze umsebenzi Wakhe phakathi kwabantu. Umsebenzi Wakhe awenziwanga uzimele wodwa, kodwa wakhelwa phezu komsebenzi kaJehova. Kwakungumsebenzi wenkathi entsha ngemva kokuba uNkulunkulu eqedile ngeNkathi Yomthetho.

Isahluko 28

Uma ngifika ngivela eSiyoni, ngangilindwe yizo zonke izinto, ngathi uma sengibuyela eSiyoni, ngabingelelwa yibo bonke abantu. Njengoba ngafika ngabuya ngahamba, izinyathelo Zami azange zivinjwe yizinto ezaziwubutha Kimi, yingakho ngaqhubeka ngaphandle kwezihibe.

Ngakwamukela Ukubuya KweNkosi

uQingxin, eMyanmar

Abazali bami bobabili bangamaKristu futhi kusukela ebuncaneni bami ngaqala ukuya nabo enkonzweni ukuze ngithamele izinkonzo. Lapho ngineminyaka eyi-12 ngahambela ikhempu enkulukazi yamaKristu eMyanmar, futhi ngenkathi ngilapho umfundisi othile wathi kimina: “Ukuphela kwendlela yokugwema ukufa beseungena embusweni wezulu ukubhaphathizwa.”

Ukuhunyushwa Kwezwi Lesishiyagalombili

  Uma uNkulunkulu ekhuluma izwi Lakhe ngokweso likaMoya, iphimbo Lakhe liqondiswa kuso sonke isintu. Uma uNkulunkulu ekhuluma izwi Lakhe ngokweso lomuntu, iphimbo Lakhe liqondiswa kubo bonke abalandela ubuholi boMoya Wakhe.

South African Gospel Song "Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho"



South African Gospel Song "Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho"

UNkulunkulu uwumthombo wokuphila komuntu; 
izulu nomhlaba kuphila ngamandla Akhe.
Akukho okuphilayo okungazikhulula ekubuseni nasegunyeni likaNkulunkulu.

The Lord Jesus Has Come Back | Gospel Movie "The Mystery of Godliness"



The Lord Jesus Has Come Back | Gospel Movie "The Mystery of Godliness"

Lin Bo'en was an elder at a house church in China. During all his years as a believer, he felt honored to suffer for the Lord, and valued the knowledge and attainment of the Lord Jesus Christ above anything else in the world.

Ukubonakala KukaNkulunkulu Kulethe Inkathi Entsha


 
  “Uhlelo lokuphatha lukaNkulunkulu lweminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha selufika emaphethelweni, futhi isango lombuso weZulu selivulelwe bonke abafuna ukubonakala kukaNkulunkulu.

Umsebenzi Nokungena (5)

UNkulunkuluUSomandla uthi

"Namuhla nonke niyazi ukuthi uNkulunkulu uholela abantu emgudwini ofanele wempilo, ukuthi uholela umuntu ekuthatheni isinyathelo esilandeleyo sokungena kwenye inkathi, ukuthi uhola umuntu ukuba aphume kule nkathi emnyama endala, aphume enyameni, asuke ekucindezelweni amandla obumnyama nethonya likaSathane, ukuze umuntu ngamunye aphile ezweni lenkululeko.

Mayelana neBhayibheli (4)


Abantu abaningi bakholwa ukuthi ukuqonda nokukwazi ukuchaza iBhayibheli kufana nokuthola indlela yeqiniso—kodwa empeleni, Ingabe izinto zicace kanjalo ngempela? Akekho owazi iqiniso leBhayibheli: ukuthi aliyilutho oludlula umbhalo womlando ngomsebenzi kaNkulunkulu, kanye nobufakazi bezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu zaphambilini, futhi alikuniki ukuqonda izinhloso zomsebenzi kaNkulunkulu.