Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ubungcwele bukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ubungcwele bukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

Isahluko 11


Wonke umuntu kubantu kufanele amukele ukuhlola koMoya Wami, kufanele babhekisise konke ukukhuluma nokwenza kwabo, futhi, ngaphezu kwalokho, kufanele babheke izenzo Zami ezimangalisayo.

Isahluko 26

Amazwi KaNkulunkulu,ukulunga kukaNkulunkulu,ukwahlulela


Kuwo wonke amazwi akhulunywa uNkulunkulu, kuyabonakala ukuthi usuku lukaNkulunkulu luyasondela usuku ngosuku. Kusengathi lolu suku selulapha phambi kwamehlo abantu, sengathi luzofika kusasa.

Indlela Okufanele Uhambe Ngayo Isigaba Sokugcina Sendlela

umsebenzi kaNkulunkulu,ukukholwa kuNkulunkulu,Ukholo


Manje senisesigabeni sokugcina sale ndlela, futhi yisigaba esibucayi sayo. Kungenze uye wakhuthazelela ukuhlupheka okuthile, wenza umsebenzi omningana, wahamba emigwaqweni eminingi, futhi walalela izintshumayelo eziningi, futhi akuzange kube lula ukufika lapha.

UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele V

unkulunkulu uthando,ubungcwele bukaNkulunkulu,ukulunga kukaNkulunkulu


Ubungcwele BukaNkulunkulu (II)

Sigcinane sixoxe ngesihloko esibaluleke kakhulu, yisihloko abantu abebevamile ukukhuluma ngaso, futhi yigama elivamile ukuvela lapho kukhulunywa ngokukholwa kuNkulunkulu, kepha kuyigama ekungathi lijwayelekile liphinde lingajwayeleki futhi kubantu.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ububi balo benyukele ebusweni bami.

Gospel Choir | "Abantu Baphinde Babuyela Esimweni Sobungcwele Abake baba Naso" (Zulu Subtitles)



South African Christian Music "UNkulunkulu Uzobuyisela Isimo Sokuqala Sendalo"
I
Amazwi Akhe engena ekujuleni, uNkulunkulu ubheka umhlaba.
Indalo yonke yenziwe kabusha ezwini likaNkulunkulu.
Izulu liyaguquka, umhlaba ngokunjalo, umuntu uyaziveza ubunjalo bakhe.