Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukubuya kwesibili. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukubuya kwesibili. Bonisa konke okuthunyelwe

Isenzo (3)

Kumele nikwazi ukuphila ngokuzimela, nikwazi ukudla nokuphuza amazwi kaNkulunkulu ngokwakho, ukubona amazwi kaNkulunkulu ngokwakho, nokuphila impilo evamile engokomoya ngaphandle kokuholwa abanye; kumele nikwazi ukuthembela emazwini anamuhla kaNkulunkulu ukuze niphile, ningene ekwazini okuyiqiniso, nokubona ngeqiniso.

Christ of the Last Days Brings About the Descending of the Kingdom | Chinese Choir 19th Performance(south Africa gospel music)




Ngobusuku obabugcwele izinkanyezi esibhakabhakeni, obungenamsindo nobunokuthula, iqembu lamaKristu lilinde ngobuqotho ukubuya koMsindisi licula futhi lidansela umculo omnandi. Lapho bezwa izindaba ezijabulisayo
Isizwe Nesizwe Sikhonza UNkulunkulu Ongokoqobo
I
Ngale sikhathi, uNkulunkulu ufika ukuzokwenza umsebenzi hhayi esemzimbeni kamoya kodwa esemzimbeni ojwayelekile.Akuve nje kuphela kuwumzimba kaNkulunkulu wesiwombe sesibili sokuthatha Kwakhe umzimba womuntu, kodwa umzimba uNkulunkulu abuya ekuwo. Kuyinyama ejwayelekile kakhulu. Kuye, awuboni into ehlukile kunabanye, kodwa ungathola Kuye amaqiniso ongakaze uwezwe ngaphambilini.