Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ubufakazi. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ubufakazi. Bonisa konke okuthunyelwe

Amazwi Ngokusebenzela UNkulunkulu Nokumfakazela

yazi uNkulunkulu,ubufakazi

192. Lapho kukhulunywa ngomsebenzi, umuntu ukholelwa ukuthi umsebenzi kufanele wenzelwe uNkulunkulu, ashumayele kuzo zonke izindawo futhi angene ezindlekweni ngenxa kaNkulunkulu.

Umsebenzi Nokungena (2)

Umsebenzi kanye nokungena kwakho akukuhle neze; umuntu akagxili kakhulu emsebenzini futhi akukunaki nakakhulu ukungena. Umuntu akakubheki lokhu njengezifundo okufanele angene kuzo; ngakho-ke, kokungokomoya okwenzekayo, cishe konke umuntu akubonayo yizifiso ezingeke ziphatheke.

USathane Uyaphinda Ulinga UJobe (Kumila Amathumba Kuwo Wonke Umzimba KaJobe)

a. Amazwi Akhulunywa UNkulunkulu

(UJobe 2:3) INKOSI yayisithi kuSathane, Ingabe uyiqaphela inceku yami uJobe, ukuthi akekho ofana naye emhlabeni, uyindoda engenasici nelungile, loyo owesaba uNkulunkulu, nogwema okubi? nokuthi usabambelela ekuthembekeni kwakhe, yize ungivusele, ukumbhubhisa engenacala.

Uzibheka Kanjani Izincwadi Eziyishumi Nantathu?

ITestamente Elisha leBhayibheli linezincwadi zikaPawulu eziyishumi nantathu. Lezi zincwadi eziyishumi nantathu zonke zabhalwa uPawulu ebhalela amabandla ayekholwa kuJesu Kristu ngesikhathi somsebenzi wakhe.

Amandla Okuphila Angenakuqedwa

UDong Mei, Esifundazweni SaseHenan

Ngiwumuntu ojwayelekile. Ngangiphila ukuphila okujwayelekile. Njengabaningi abalangazelela ukukhanya, ngazama izindlela eziningi zokufuna injongo yangempela yokuba khona komuntu, ukuzama ukunika ukuphila kwami ukubaluleka okwengeziwe.

Ukuthuthukisa Izinga Ngokokuthola Insindiso kaNkulunkulu

Ukuthuthukisa izinga labantu kudinga ukuba nithuthukise amakhono enu okwamukela. Isidingo esiyisisekelo kinina ukuba namukele ngokucacile amazwi akhulunywe kinina. Ngabe akusiyo inkolo exovekile uma nilandela Mina ngaphandle kokuqonda engikushoyo? Izinga lenu liphansi kakhulu.

Zulu Gospel Song "Ukufakazela UNkulunkulu Kuwumsebenzi Womuntu" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu



Zulu Gospel Song "Ukufakazela UNkulunkulu Kuwumsebenzi Womuntu" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu

UNkulunkulu ukunika ukuphila; yisipho osithola Kuye.
Ngakho kuwumsebenzi wakho ukufakaza Ngaye.
UNkulunkulu ukunika inkazimulo Yakhe, impilo Yakhe ama-Israyeli angabanga nayo.
Ngakho futhi kufanele unikele impilo nobusha bakho Kuye.
Unenkazimulo kaNkulunkulu, ngakho kufanele ufakazele uNkulunkulu. Kumisiwe.

UNkulunkulu uqobo waphrofetha ukuthi uNkulunkulu esenyameni ngezikhathi zokugcina uyovela njengeNdodana ukuzokwenza umsebenzi

iNkosi uJesu,ukuba senyameni,ubufakazi


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Nani-ke manibe nilungile: ngokuba iNdodana yomuntu iyeza ngehora eningalicabangiyo” (Luka 12:40).

Kepha njengasezinsukwini zikaNowa, kuzoba njalo nokuza kweNdodana yomuntu” (Mathewu24:37).

Umsebenzi KaNkulunkulu Uhlakaniphe Kakhulu!

  UShiji    Edolobheni LaseMa’anshan Esifundazweni saseAnhui

  Ngesikhathi ngisebenza njengomholi ebandleni, umholi wami wayevame ukwabelana nathi ngezibonelo zokuhluleka kwabanye ukuze afundise thina isifundo.

51. Ngabona Insindiso KaNkulunkulu

  UCheng Hao    Edolobheni LaseYongzhou, Esifundazweni SaseHunan

  Ngomusa kaNkulunkulu, umkami kanye nami sakhushulelwa esikhundleni sokuba ngabesibili eqenjini levangeli ukuze senze imisebenzi yethu.

Best South African Gospel Music "Ngabantu Abaqotho Kuphela Abanomfanekiso Wobuntu"



Best South African Gospel Music "Ngabantu Abaqotho Kuphela Abanomfanekiso Wobuntu"

I
Ngenxa yenzuzo ngalahla zonke izindinganiso zokuziphatha,
futhi ngesibindi ngasebenzisa inkohliso ukuziphilisa.

New South African Gospel Music 2018 “Ubufakazi Bempilo” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu



New South African Gospel Music 2018 “Ubufakazi Bempilo” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu
I
Ngelinye ilanga ngingase ngibanjwe futhi ngishushiswe yiCCP,
lokhu kuhlupheka kungenxa yokulunga, engikwaziyo enhliziyweni yami.

Gospel Music "Indaba kaXiaozhen" God's Salvation | Musical



UXiaozhen wayehlanzekile, ewumKrestu onenhliziyo enhle, ehlale ephatha kahle abangani bakhe. Nokho, uma sekuyisikhathi sabo sokuzuza, abangani bakhe abadala baphenduka izitha zakhe.

Yilabo Abazi UNkulunkulu Kuphela Abangafakaza ngoNkulunkulu

   
UNkulunkulu uSomandla,Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga,uNkulunkulu,

        Kungumthetho waseZulwini nesimiso sasemhlabeni ukukholelwa kuNkulunkulu nokwazi uNkulunkulu, kanti namuhla—ngesikhathi lapho uNkulunkulu osesimweni somuntu enza umsebenzi Wakhe—yisikhathi esihle sokwazi uNkulunkulu.

Ingqikithi Yenyama Ehlalwe UNkulunkulu

umsebenzi kaNkulunkulu,ukuba senyameni, ukuhlakanipha

UNkulunkulu wokuqala owaba sesimweni somuntu waphila emhlabeni iminyaka engamashumi amathathu nantathu kanye nengxenye, nokho wenza inkonzo Yakhe iminyaka emithathu nengxenye yaleyo minyaka.

Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (1)

Isintu esonakaliswe kakhulu uSathane, asigcini nje ngokwazi ukuthi kunoNkulunkulu kodwa siyekile ukukhonza uNkulunkulu. Ekuqaleni, lapho kudalwa u-Adamu no-Eva, inkazimulo kaJehova nobufakazi Bakhe kwakuhlale kukhona.