Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uthando lukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uthando lukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

Ukuqonda Okuncane Ngokusindiswa

ukwethemba uNkulunkulu,ukumazi uNkulunkulu,Siyabonga uNkulunkulu

ULin Qing Edolobheni LaseQingzhou, Esifundazweni iShandong

Kule minyaka eminingi yokulandela uNkulunkulu, ngibuyekile ubumnandi bomndeni wami kanye nobenyama yami, bengilokhu ngibhizi usuku lonke ngenza imisebenzi yami ebandleni.

Ukubaluleka Kokusindisa Isizukulwana SikaMowabi

Kule minyaka emibili ukuya kwemithathu, yomsebenzi, kufanele ukuthi ngabe sekuzuzweni emsebenzini wokwahlulelwa owenzelwe kinina usuzuziwe. Abantu abaningi babekele eceleni ikusasa, imicabango nempelela yabo kancane.

Isahluko 19

Kubonakala sengathi emicabangweni yabantu, uNkulunkulu uphakeme kakhulu futhi akaqondakali. Kusengathi uNkulunkulu akahlali phakathi kwabantu, kusengathi ubabukela phansi abantu ngoba uphakeme kangaka.

Ukugcina Imiyalo Nokulandela Iqiniso

Ezenzweni zenu, ukugcina imiyalo kufanele kuhlobane nokulandela iqiniso, Ngesikhathi esifanayo nenigcina ngaso imiyalo, kufanele futhi nenze neqiniso. Lapho nilandela iqiniso, akufanele nephule imiyalo noma nimelane nemiyalo. Yenzani lokho uNkulunkulu adinga ukuthi nikwenze. Ukugcina imiyalo nokulandela iqiniso kuyahambisana, akushayisani.

Indlela… (1)

ukukholwa,uNkulunkulu,Inkazimulo


Empilweni yabo, akekho umuntu owaziyo ukuthi hlobo luni lwezingqinamba azohlangabezana nazo, futhi akazi ukuthi ukulungiswa kuniazobhekana nakho. Kwabanye kuba semisebenzini yabo, kwabanye kuba kulokho abazohlangabezana nakho ngelinye ilanga, kwabanye kusemindenini abadabuka kuyo, kanti kwabanye kusemishadweni yabo.

Ngilubonile Uthando LukaNkulunkulu



Ngilubonile Uthando LukaNkulunkulu

I
Ngizwa izwi elijwayelekile lilokhu lingibiza.
Ngaphaphama ukuze ngibone,
ukuthi ubani lo okhulumayo.
Izwi laKhe lipholile kodwa linohlonze,
isithombe saKhe sihle!
Uyahlushwa futhi ubekezelela ubuhlungu obukhulu,
egonwa yisandla saKhe esinothando.

Isenzo (3)

Kumele nikwazi ukuphila ngokuzimela, nikwazi ukudla nokuphuza amazwi kaNkulunkulu ngokwakho, ukubona amazwi kaNkulunkulu ngokwakho, nokuphila impilo evamile engokomoya ngaphandle kokuholwa abanye; kumele nikwazi ukuthembela emazwini anamuhla kaNkulunkulu ukuze niphile, ningene ekwazini okuyiqiniso, nokubona ngeqiniso.

Isenzo (1)

Esikhathini esedlule, bekunokuchezuka okuningi ngendlela abantu ababebona ngayo izinto, futhi bekungaba okungenangqondo. Ngenxa yokuthi babengawaqondi amazinga okudingakalayo zikaNkulunkulu, bekunezindawo eziningi lapho izinto abantu abazenzayo zahamba ngokungafanele.

10. Uthando LukaNkulunkulu Lungokoqobo Impela

     EWenzhong Kwidolobha IBeijing
     11 Ncwaba,2012
   Ngobusuku bangomhla wama 21, kuwezi-2012, saba nozamcolo omkhulu lana, ongavamile ukwenzeka. Ngizothanda ukuxoxela wonke umuntu owomele uNkulunkulu into engayizwa futhi nengayibona ngaleso sikhathi

UNkulunkulu USomandla Usenginike Ithuba Lesibili Empilweni

Abafo kanye nodade ababili abejwayelekile, eBeijing

Ncwaba 15, 2012

        NgoNtulikazi 21, 2012 kwakuwusuku engingasoze ngalukhohlwa, nokuthi kwaba wusuku olubaluleke kakhulu empilweni yami.

Christ of the Last Days Brings About the Descending of the Kingdom | Chinese Choir 19th Performance(south Africa gospel music)




Ngobusuku obabugcwele izinkanyezi esibhakabhakeni, obungenamsindo nobunokuthula, iqembu lamaKristu lilinde ngobuqotho ukubuya koMsindisi licula futhi lidansela umculo omnandi. Lapho bezwa izindaba ezijabulisayo
Isizwe Nesizwe Sikhonza UNkulunkulu Ongokoqobo
I
Ngale sikhathi, uNkulunkulu ufika ukuzokwenza umsebenzi hhayi esemzimbeni kamoya kodwa esemzimbeni ojwayelekile.Akuve nje kuphela kuwumzimba kaNkulunkulu wesiwombe sesibili sokuthatha Kwakhe umzimba womuntu, kodwa umzimba uNkulunkulu abuya ekuwo. Kuyinyama ejwayelekile kakhulu. Kuye, awuboni into ehlukile kunabanye, kodwa ungathola Kuye amaqiniso ongakaze uwezwe ngaphambilini.

Umele Ukuphilela Iqiniso Njengalokhu Ukholelwa KuNkulunkulu


  “Inkinga ejwayelekile ekhona kubo bonke abantu ukuthi bayaliqonda iqiniso kodwa abakwazi ukulenza. Imbangela eyodwa edala loku ukuthi abantu abafuni ukwenza konke okusemandleni ukuzimisela, futhi enye imbangela yaloku ukuthi ukuhlakanipha komuntu akwenele; akakwazi ukubuka izinkinga angahlangabezana nazo ezikhona empilweni ngeso elidlulayo futhi akakwazi ukuthatha izinyathelo ezifanele