Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amahubo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amahubo. Bonisa konke okuthunyelwe

Qaphelani isiphetho sesintu




South African Gospel Song"Qaphelani isiphetho sesintu"

I
UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke,
amazwe kanye nezimboni:
Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe;
zinak’isiphetho sesintu;
zimenz’uNkulunkulu abe ongcwele,
ophakeme kakhulu ohlonishwayo;
zivumele isintu siphile esibusisweni sikaNkulunkulu,
njengalokh’isizukulwane
sika-Abraham saphil’esibusisweni sikaJehova,
njengendalo kaNkulunkulu u-Adamu noEva baphil’engadini yase-Edeni.

Zulu Best Christian Video “Yonke Indlela Kanye Nawe” God Is Love


Isingeniso

Nganginjengesikebhe, ngintanta olwandle.
Wangikhetha, wangiholela esiphephelweni.
Manje emndenini Wakho, nginothiswa wuthando Lwakho, nginokuthula.
Uyangibusisa, unika amazwi Akho okwahlulela.

Ukube Angisindiswanga uNkulunkulu



I
  • Ukube angisindiswanga uNkulunkulu,
  • ngabe ngisaqhubeka nokukhukhuleka nale lizwe,
  • ngilwa kanzima nakabuhlungu esonweni;
  • usuku nosuku ngifiphazeke futhi ngingenathemba.

Ngilubonile Uthando LukaNkulunkulu



Ngilubonile Uthando LukaNkulunkulu

I
Ngizwa izwi elijwayelekile lilokhu lingibiza.
Ngaphaphama ukuze ngibone,
ukuthi ubani lo okhulumayo.
Izwi laKhe lipholile kodwa linohlonze,
isithombe saKhe sihle!
Uyahlushwa futhi ubekezelela ubuhlungu obukhulu,
egonwa yisandla saKhe esinothando.

Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani

ivangeli lombuso,Umbuso wezulu,ukuhamba noNkulunkulu





South African Gospel Music "Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani"

I
Ngibuyele emndenini kaNkulunkulu,
ngijabulile futhi ngithokozile.
Izandla zami zibambe isithandwa sami,
inhliziyo yami engeyaKhe.

Ihubo lombuso

Abantu bayangihalalisela, abantu bayangidumisa; yonke imilomo ibiza igama likaNkulunkulu oyedwa weqiniso, bonke abantu baphakamisa amehlo ukubuka izenzo zaMi. Umbuso wehlela emhlabeni, ubuntu Bami bucebile bunenala.