Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulalela uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulalela uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

Umuntu angawuthola kanjani umsebenzi kaMoya oNgcwele?

Umsebenzi kaMoya oNgcwele,umsebenzi kaNkulunkulu


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Umsebenzi kaMoya oNgcwele uyaguquka usuku nosuku, unyukela phezulu isinyathelo ngasinye; isambulo sakusasa singaphezulu kwesanamuhla, isinyathelo ngesinyathelo sikhuphuka sinyukela phezulu njalo. Unjalo umsebenzi uNkulunkulu aphelelisa ngawo umuntu.

Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (3)

Umphumela ongatholakala emsebenzini wokunqoba, ngokuyinhloko ukuthi inyama yomuntu iyeke ukuhlubuka, okusho ukuthi, ingqondo yomuntu imqonde kabusha uNkulunkulu, inhliziyo yakhe imlalele ngokugcwele uNkulunkulu, nokuthi yena abe ngokaNkulunkulu.

Indlela Yokukhonza Ngokuvumelana Nentando KaNkulunkulu

umsebenzi kaNkulunkulu,ukulalela uNkulunkulu,UPetru


Namuhla, ngizobe ngikhuluma ikakhulu ngendlela okumele abantu bakhonze ngayo uNkulunkulu, ekukholweni kwabo kuNkulunkulu, yimiphi imibandela okumele ifezwe kanye nokuthi yini ekumele iqondwe yilabo abakhonza uNkulunkulu, nokuthi yiziphi iziphambeko ezikhona ekukhonzeni kwakho. Kumele nikuqonde konke lokhu.

Kusho ukuthini "ukushiya konke bese ulandela uNkulunkulu"?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Unganikela ngayo yonke inhliziyo nomzimba wakho nalo lonke uthando lwakho kuNkulunkulu, ukubeke phambi kukaNkulunkulu, umlalele ngokuphelele Yena, futhi ucabangele ngokuphelele intando Yakhe.

Uma uKholo Lwakho Kuye Luyiqiniso, Uzovama Ukuthola Ukunakekelwa Nguye

Ukuguquka kukaNkulunkulu ngezinhloso aye nazo ngabantu baseNineve, akuna bungqikangqikaza noma ukudideka. Kepha, kwakungukuguquka kusuka entukuthelweni emsulwa kuya ekubekezeleleni okumsulwa.

UNkulunkulu Uyalela U-Abrahama Ukuba Anikele Ngo-Isaka

Ngokunika u-Abrahama indodana, amazwi uNkulunkulu ayewakhulume ku-Abrahama agcwaliseka. Lokho akusho ukuthi icebo likaNkulunkulu laphelela lapha; ngokuphambene, icebo elimangalisayo likaNkulunkulu lokuqondisa nensindiso yesintu kwakusanda kuqala, futhi isibusiso Sakhe sendodana asinika u-Abrahama sasiyisiqalo sawo wonke umsebenzi Wakhe wecebo lokuqondisa.

Abantu Abangakulalela Ngokugcwele Ukuba Ngokoqobo KukaNkulunkulu Yilabo Abamthanda Ngeqiniso UNkulunkulu

Ukuba nolwazi ngokungokoqobo nokukwazi ukuwubona ngokucacile umsebenzi kaNkulunkulu—konke lokhu kuyabonakala emazwini Akhe. Ukukhanya ungakuthola kuphela emazwini kaNkulunkulu, ngakho kufanele uzihlomise kakhulu ngamazwi Akhe.

Isixwayiso Kulabo Abangalenzi Iqiniso

Labo phakathi kwabafowethu nodadewethu, abahlale beveza ububi babo bayizinceku zikaSathane futhi bayaliphazamisa ibandla. Laba bantu ngelinye ilanga kumele baxoshwe futhi basuswe.

Isahluko 39

Usuku nosuku ngihamba phezu komhlaba nezulu, ngibuka zonke izinto ezidalwe yisandla Sami. Ngenhla kwamazulu yindawo Yami yokuphumula, ngezansi kukhona izwe engihamba kulo. Ngibusa yonke into phakathi kwalezo ezikhona, ngiyalela konke kukho konke kukhona, ngenze ukuthi konke okukhona kuthobele indlela yemvelo futhi kuthobele umyalo wemvelo.

Ekugcineni Sengithokozela Impilo Kancane Njengomuntu

Ngizizwa ngingosolwe kakhulu enhliziyweni yami sonke isikhathi lapho ngibona amazwi kaNkulunkulu athi: “Isintu esinonya nesihluku! Ubuqili nokusongelana, ukududulana, ukugijimela udumo nokuceba, ukubulalana—kuzophela nini?

Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"



Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"

Isithombe esidwetshwe eBhayibhelini "Umyalelo kaNkulunkulu ku-Adam"
sithinta futhi sifudumalise inhliziyo.
Yize isithombe siqukethe uNkulunkulu nomuntu kuphela,
ubudlelwano obuphakathi kwalaba bobabili busondelene kakhulu
siqala ukufikelwa ukumangala, ukumangala nothando.