Ikhasi lokuqala

Isahluko 14

Kuyo yonke iminyaka, akekho umuntu oseke wangena embusweni ngakho akekho oke wathokozela umusa weNkathi Yombuso, akekho nowake wabona iNkosi yombuso.

Isahluko 11


Wonke umuntu kubantu kufanele amukele ukuhlola koMoya Wami, kufanele babhekisise konke ukukhuluma nokwenza kwabo, futhi, ngaphezu kwalokho, kufanele babheke izenzo Zami ezimangalisayo.

Isahluko 30

Phaphamani, bafowethu! Phaphamani, bodadewethu! Usuku Lwami ngeke lubambezeleke; isikhathi siwukuphila, futhi ukubamba isikhathi ukusindisa ukuphila! Isikhathi asikude kakhulu! Uma nenza izivivinyo zokungena ekolishi futhi ningaphumeleli, ningazama futhi nifundele ukuhlolwa.

Isahluko 1

Ukudumisa kufikile eSiyoni futhi indawo yokuhlala kaNkulunkulu ibonakele. Igama elihle elingcwele lidunyiswa yibo bonke abantu, futhi liyasabalala.

Isahluko 2

Ukulandela ukwenza ngendlela entsha, kuzoba nezinyathelo ezintsha emsebenzini waMi Njengoba kunjalo embusweni, ngizokwenza izinto ngobunkulunkulu ngokuqondile, ngihole isinyathelo ngasinye endleleni, ngibheke kahle yonke imininingwane, kungekho konakala ngezinhloso zabantu.

Ukwazi Umsebenzi kaNkulunkulu Namhlanje

IBandla likaNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga,ukumazi uNkulunkulu,


Ukwazi umsebenzi kaNkulunkulu kulezi zikhathi, esikhathini esiningi, ukwazi ukuthi iyini inkonzo esemqoka kaNkulunkulu osesimweni somuntu ezinsukwini zokugcina, nokuthi uzokwenzani emhlabeni.