Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu esimweni somuntu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu esimweni somuntu. Bonisa konke okuthunyelwe

Isahluko 11


Wonke umuntu kubantu kufanele amukele ukuhlola koMoya Wami, kufanele babhekisise konke ukukhuluma nokwenza kwabo, futhi, ngaphezu kwalokho, kufanele babheke izenzo Zami ezimangalisayo.

Isahluko 10

INkathi Yombuso, kakade, yehlukile ezikhathini ezedlule. Ayithinti okwenziwa ngumuntu. Kunalokho, ngenza umsebenzi Wami emva kokwehlela emhlabeni — umsebenzi okungekho muntu ongawucabanga noma awufeze. Kusukela ekudalweni komhlaba kuze kube manje, kuyo yonke le minyaka bekulokhu kungokokwakha ibandla, kodwa akuzwakali lutho ngokwakhiwa kombuso.

Ukukhanya Kufudumele Uma Udlula Emhubheni

uWang Yuping, eChina

Njengabo bonke abanye abafowethu nodadewethu abomele ukubuya kweNkosi uJesu, nami ngilangazelele ukuba iNkosi yethu ibuye ukuze isamukele embusweni wezulu masinya ukuze sikwazi ukuthokozelela izibusiso zalo.

Kungani kuthiwa izimo ezimbili zikaNkulunkulu esenyameni ziphelelisa ukubaluleka kokuba sesimweni somuntu?

uJesu,UNkulunkulu uSomandla,uNkulunkulu esimweni somuntu


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Kanjalo noKristu wanikelwa kanye ukuba athwale izono zabaningi; futhi kulabo abamfunayo uyakubonakala ngokwesibili ngaphandle kwesono kube ngukusindiswa” (Heberu 9:28).

53. Yini Ngempela Ukwamukela Iqiniso?

  UXiaohe    eDolobheni lasePuyang, esiFundazweni saseHenan

  Esikhathini esidlulile, njalo uma ngifunda amazwi ambulwe nguNkulunkulu mayelana nokuthi abantu abemukeli kanjani iqiniso, ngangingakholwa ukuthi lawo mazwi abhekiswe nakimina.

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amabili Nane Nelamashumi Amabili Nanhlanu

Ngaphandle kokufunda ngokucophelela, akunakwenzeka ukuthola okuthile emazwini alezi zinsuku ezimbili; eqinisweni, bekufanele ngabe akhulunywe usuku olulodwa, kodwa uNkulunkulu uwahlukanisele izinsuku ezimbili.

Umehluko Obalulekile Phakathi KukaNkulunkulu Ongumuntu Kanye Nabantu Abasetshenziswa UNkulunkulu

umsebenzi kaNkulunkulu,funa iqiniso,uJesu


Iminyaka eminingi uMoya kaNkulunkulu ubefuna ngokungaphezi njengoba esebenza
emhlabeni. Ezinkathini eziningi uNkulunkulu usesebenzise abantu abaningi kakhulu ukwenza umsebenzi Wakhe. Kepha uMoya kaNkulunkulu awukabi nayo indawo efanele ongaphumulela kuyo.

South African Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu"



South African Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu"


UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu
ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni.
Ugodla incasiselo.

New South African Gospel Song "Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo"


 New South African Gospel Song “Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu


UMoya kaNkulunkulu uphethe igunya phezu kwayo yonke into.
Inyama Yakhe nengqikithi Yakhe, amandla kusafana.

South African Gospel Song "Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu"



South African Gospel Song "Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu" 


UNkulunkulu waba yinyama ngoba okuqondwe ngumsebenzi Wakhe
akuwona umoya kaSathane, noma yini engeyona, engeyona inyama, kodwa ngumuntu.

Zulu Song "UNkulunkulu Usesimweni Somuntu Ukuze Nje Anqobe USathane Futhi Asindise Sonke Isintu"



Zulu Song "UNkulunkulu Usesimweni Somuntu Ukuze Nje Anqobe USathane Futhi Asindise Sonke Isintu"


Ngesikhathi salokhu ukuba sesimweni somuntu kukaNkulunkulu emhlabeni,
wenza umsebenzi Wakhe phakathi kwabantu.

South African Zulu Song "UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni"



South African Zulu Song "UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni"

Ngezwi likaNkulunkulu elingokoqobo,
ubuthakathaka nokuhlubuka komuntu kuyahlulelwa futhi kwembulwe.
Bese umuntu ethola lokhu akudingayo.

South African Gospel Music "Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu" You Are My Lord and My God



South African Gospel Music "Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu" You Are My Lord and My God

Kube olunye usuku,
lapho uyozwa khona ukuthi uMdali
akaseyona impicabadala,
ukuthi uMdali akakaze afihleke kuwe,
ukuthi uMdali
akakaze abufihle ubuso Bakhe kuwe,
ukuthi uMdali akakude neze nawe,
ukuthi uMdali akaseyena Lona ohlale umlangazelela emicabangweni yakho 
kodwa ongakwazi ukufinyelela Kuye ngemizwa yakho,
ukuthi Yena ngokoqobo futhi ngeqiniso 
uhlale ekubhekile kwesokunxele nesokudla sakho,
esekela ukuphila kwakho, futhi elawula okudalelwe, elawula okudalelwe.

Ingqikithi KaKristu Ukuthobela Intando KaBaba Osezulwini

   UNkulunkulu osesimweni somuntu kuthiwa nguKristu, kanti uKristu uyinyama embethwe uMoya kaNkulunkulu. Le nyama ayifani nomuntu oyinyama.Lo mehluko wenziwa ukuthi uKristu akayena owenyama negazi kodwa usesimweni somuntu kaMoya. Unesimo sobuntu obujwayelekile nobunkulunkulu obuphelele.

Isintu Esikhohlakele Siyidinga Kakhulu Insindiso KaNkulunkulu Obe Inyama

umusa kaNkulunkulu,ukuba senyameni


UNkulunkulu waba inyama ngenxa yokuthi ihloso yomsebenzi wakhe akuwona umoya kaSathane, noma into engaphili, kodwa umuntu, oyinyama owonakaliswe uSathane.

South African Gospel Music "Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde" Thanda uNkulunkulu Impilo Yami Yonke



South african gospel music "Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde" Thanda uNkulunkulu Impilo Yami Yonke

Ngaphezu kwezihlahla, kweqe inyanga enokuthula. Njengesithandwa sami, esilungile nesihle.
O sithandwa sami, uKuphi? Manje ngiyakhala. Uyakuzwa ukukhala kwami?

Mayelana neBhayibheli (2)

UNkulunkuluUSomandla uthi:
"IBhayibheli futhi libizwa ngokuthi iTestamente Elidala neTestamente Elisha. Niyazi ukuthi “itestamente” kuchaza ukuthini? “Itestamente” eTestamenteni Elidala livela esivumelwaneni sikaJehova kanye nabantu bakwa-Israyeli, ngesikhathi ebulala abantu baseGibhithe futhi wasindisa abakwa-Israyeli kuFaro.

Indlela Yokwazi UNkulunkulu Osemhlabeni

yazi uNkulunkulu,unkulunkulu uthando,Iqiniso

Nonke niyakujabulela ukuthola umvuzo phambi kukaNkulunkulu nokuba ababekelwe umusa Wakhe emehlwenu Akhe. Lokhu kuyisifiso sawo wonke umuntu emuva kokuqala ukukholwa kuNkulunkulu, ngokuba umuntu ulwela izinto eziphezulu ngenhliziyo yakhe yonke futhi akekho ofisa ukuba semuva kwabanye. Lena indlela yomuntu.