Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UMbuso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UMbuso. Bonisa konke okuthunyelwe

Isahluko 14

Kuyo yonke iminyaka, akekho umuntu oseke wangena embusweni ngakho akekho oke wathokozela umusa weNkathi Yombuso, akekho nowake wabona iNkosi yombuso.

Isahluko 2

Ukulandela ukwenza ngendlela entsha, kuzoba nezinyathelo ezintsha emsebenzini waMi Njengoba kunjalo embusweni, ngizokwenza izinto ngobunkulunkulu ngokuqondile, ngihole isinyathelo ngasinye endleleni, ngibheke kahle yonke imininingwane, kungekho konakala ngezinhloso zabantu.

Isahluko 10

INkathi Yombuso, kakade, yehlukile ezikhathini ezedlule. Ayithinti okwenziwa ngumuntu. Kunalokho, ngenza umsebenzi Wami emva kokwehlela emhlabeni — umsebenzi okungekho muntu ongawucabanga noma awufeze. Kusukela ekudalweni komhlaba kuze kube manje, kuyo yonke le minyaka bekulokhu kungokokwakha ibandla, kodwa akuzwakali lutho ngokwakhiwa kombuso.

Gospel Choir “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”Ukubuka Kungakabonwa: Ukungenisa Nge-Tap Dance


South African Gospel Song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”Ukubuka Kungakabonwa: Ukungenisa Nge-Tap Dance


Umbukiso omangazayo we-tap dance wokwamukela umbuso! Inkathi entsha egujwa yibo bonke isifikile ekugcineni! Umculo wekhwaya enkulu yamaKristu, “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni,” uyeza masinyane!

Gospel choir song | "Kingdom Anthem: The Kingdom Descends Upon the World" | Extended Preview


Zulu gospel choir song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” | Ukubuka Okungakabonwa Okwengeziwe

Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi  kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

Konke Kuyafezeka Ngezwi LikaNkulunkulu

UNkulunkulu ukhuluma amazwi Akhe enze nomsebenzi Wakhe ngokwezinkathi ezehlukene, nasezinkathini ezehlukene, ukhuluma amazwi ehlukene.

Ukubona Ukubonakala KukaNkulunkulu Ekwahluleleni Nasekusoleni Kwakhe

Njengamakhulu ezigidi zabanye abalandeli beNkosi uJesu Kristu, siyayemukela imithetho nemiyalo yeBhayibheli, sijabulela inala yomusa weNkosi uJesu Kristu, bese sihlangana ndawonye, sithandaze, sidumise, futhi sikhonze egameni leNkosi uJesu Kristu—konke lokhu sikwenza ngaphansi kokunakekela nesivikelo seNkosi.

Ukunqenqeza Kwemidumo Eyisikhombisa – Okuyisiprofetho Sokuthi Ivangeli Lombuso Lizosabalala Ligcwale Umhlaba Wonke

uNkulunkulu,ivangeli,uJesu


Ngisabalalisa umsebenzi Wami ezizweni. Inkazimulo Yami ikhazimula emhlabeni wonke; intando Yami ikubantu abayidlanzana, bonke beqondiswa yisandla Sami benza umsebenzi engibanike wona.

2. Kungani izwe limnyama futhi lilibi kangaka? Ngokuba kwesintu sezingeni eliphezulu lokukhohlakala, ingabe kufanele libhujiswe?

  Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

  Umuntu walahlekelwa inhliziyo eyesaba uNkulunkulu ngemva kokonakaliswa uSathane, futhi walahlekelwa umsebenzi izidalwa zikaNkulunkulu okufanele zibe nawo, waba isitha esingamlaleli uNkulunkulu.

South African Choral Music “Umbuso” Welcome the Return of God


Umbuso
I
Umbuso, idolobha labangcwele, umbuso kaKristu.
Embusweni, umcebo nenkazimulo kaNkulunkulu kuyabonakala.
Unyazi luphuma eMpumalanga futhi lukhanyise eNtshonalanga.
Ukukhanya kwangempela kulapha, izwi likaNkulunkulu livele lisenyameni.
UMsindisi kudala ebuyile, ehla phezu kwefu elimhlophe.

South African Gospel Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu" Live in the Light



South African Gospel Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu" Live in the Light
Abantu bakaNkulunkulu baphakanyiswe ngaphambi kwesihlalo Sakhe,
imithandazo eminingi ezinhliziyweni zabo.
UNkulunkulu ubusisa bonke ababuyela Kuyena;
bonke baphila ekukhanyeni.
Khulekela ukuthi Umoya oNgcwele akhanyise izwi likaNkulunkulu
ukuze sazi ngokugcwele intando kaNkulunkulu.

Izwi Leshumi Nesishiyagalolunye

  Kungumsebenzi wabantu ofanele ukuthi bathathe amazwi Ami njengesisekelo sokusinda kwabo. Umuntu kumele akhele ingxenye yakhe kuzo zonke izingxenye zamazwi Ami; ukungakwenzi lokhu kuzoba ukuzibizela izinkinga, ukuzifunela ukubhujiswa.