Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Dumisani uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Dumisani uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

Gospel choir song | "Kingdom Anthem: The Kingdom Descends Upon the World" | Extended Preview


Zulu gospel choir song “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni” | Ukubuka Okungakabonwa Okwengeziwe

Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi  kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

Zulu Gospel Dance "Dumisani Okufezwe Umsebenzi KaNkulunkulu" Indumiso Egcwele



Dumisani Okufezwe Umsebenzi KaNkulunkulu
I
Umsebenzi kaNkulunkulu omkhulu ushintsha ngokushesha okukhulu, kunzima ukuwuqonda, uyabathonya abantu.
Bheka eduze kwakho, akusafani nasekuqaleni, yonke into yinhle futhi yintsha.

South African Gospel Song "Yiza Phambi KukaNkulunkulu Njalo" (MV)



South African Gospel Song "Yiza Phambi KukaNkulunkulu Njalo" (MV)

Thatha ithuba lapho unesikhathi, hlala uthule phambi kukaNkulunkulu.
Funda izwi Lakhe, yazi amaqiniso Akhe, lungisa iziphambeko ezikuwe.

EZwini LikaNkulunkulu USomandla, Ngithole Indlela Yami Yempilo

UNovo ePhillippines

Igama lami nginguNovo, ngingumFiliphi. Kusela ngisemncane, ngangikholwa uNkulunkulu nomama wami. Ngangiya enkonzweni nabafowethu nodadewethu siyolalela izintshumayelo. Nakuba ngangikholwa yiNkosi iminyaka eminingi, ngangizizwa sengathi angikholwa.

Isahluko 42

Angazi ukuthi lukhona yini uguquko abantu abalubonile ezwini lanamuhla. Abanye abantu kungenzeka ukuthi babonile kancane, kodwa abanaso isibindi sokusho ngokuqinisileyo. Mhlawumbe abanye abakwazanga ukuqonda lutho. Kungani kunalo mahluko phakathi kosuku lwenyanga lweshumi nambili kanye nolweshumi nanhlanu? Uke wacabanga yini wajula ngalokhu? Uthini umbono wakho?

Isahluko 46

Kuwo wonke la mazwi, awekho angakhohlakali ngaphezu kwawanamuhla. Amazwi kaNkulunkulu ekuqaleni ambula isimo somuntu noma izimfihlakalo zasezulwini, nokho leli zwi alifani nelesikhathi esedlule. Alibhuqi noma lihlekise, kodwa lingokuthile 0kungalindelekile ngokuphelele: UNkulunkulu wahlala phansi futhi wakhuluma nabantu ngokuzithoba. Iyini inhloso yakhe?

Ukwakha Ubudlelwane Obufanele NoNkulunkulu Kubaluleke Kakhulu

Abantu bakholwa kuNkulunkulu, bathanda uNkulunkulu, futhi banelisa uNkulunkulu ngokuthinta uMoya kaNkulunkulu ngenhliziyo yabo, kanjalo bazuza ukwaneliseka Kwakhe; futhi lapho bedingida amazwi kaNkulunkulu ezinhliziyweni zabo, babe sebekhuthazwa uMoya kaNkulunkulu.

Zulu Gospel Song "Ukufakazela UNkulunkulu Kuwumsebenzi Womuntu" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu



Zulu Gospel Song "Ukufakazela UNkulunkulu Kuwumsebenzi Womuntu" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu

UNkulunkulu ukunika ukuphila; yisipho osithola Kuye.
Ngakho kuwumsebenzi wakho ukufakaza Ngaye.
UNkulunkulu ukunika inkazimulo Yakhe, impilo Yakhe ama-Israyeli angabanga nayo.
Ngakho futhi kufanele unikele impilo nobusha bakho Kuye.
Unenkazimulo kaNkulunkulu, ngakho kufanele ufakazele uNkulunkulu. Kumisiwe.

Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami



Latest South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami"
I
Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.
O Nkulunkulu! Inkazimulo Yakho igcwalisa izulu nomhlaba.
Sithandwa sami esihle, uthando Lwakho luzungeza inhliziyo yami.

South African Gospel "Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe" Dumisani uNkulunkulu ngoMoya nangeQiniso



South African Gospel "Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe" Dumisani uNkulunkulu ngoMoya nangeQiniso

Ngangifuna ukukhala kodwa akukho ndawo eyezwakala ifanele.
Ngangifuna ukucula kodwa akwatholakala culo.
Ngangifuna ukuzwakalisa uthando lomuntu odaliwe.

Christian Movie "Knocking at the Door"




Christian Movie | "Knocking at the Door" | How to Be Raptured to the Kingdom of Heaven by Lord Jesus
Two thousand years ago, the Lord Jesus prophesied, "And at midnight there was a cry made, Behold, the bridegroom comes; go you out to meet him" (Matthew 25:6). "Behold, I stand at the door, and knock: if any man hear my voice, and open the door, I will come in to him, and will sup with him, and he with me" (Revelation 3:20). For the last two thousand years, believers in the Lord have been watchful and awaiting the Lord's knock on the door, so how will He knock on mankind's door when He returns?In the last days, some people have testified that the Lord Jesus has returned—Almighty God incarnate—and that He is doing the work of judgment in the last days. This news has rocked the entire religious world.

South African Gospel Dance Song "Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani" Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu



South African Gospel Dance Song "Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani" Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu
I
Ngibuyele emndenini kaNkulunkulu, ngijabulile futhi ngithokozile.
Izandla zami zibambe isithandwa sami, inhliziyo yami engeyaKhe.