Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukukhulekela. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukukhulekela. Bonisa konke okuthunyelwe

Indlela… (8)

uNkulunkulu,UMoya oNgcwele,ukukhulekela

Uma uNkulunkulu eseza emhlabeni ukuzohlanganyela nesintu, ukuhlala naso, akusiyo into yosuku olulodwa noma ezimbili. Mhlawumbe kuso sonke lesi sikhathi abantu banolwazi oluncane noma abangenalo nhlobo ulwazi ngoNkulunkulu, futhi mhlawumbe basanda kwambulelwa kabanzi ngokusebenzela uNkulunkulu, futhi sebegxilile okholweni lwabo kuNkulunkulu.

Isiqu Kanye Nobuntu Bomuntu


Eqinisweni, abaphoxekile, sebewubonile umsebenzi owenziwa iminyaka eyizi-6 000 kuze kube manje, ngoba angikaze ngibashiye. Kunalokho, ngenxa yokuthi okhokho babo badla isithelo emthini wolwazi lokuhle nokubi esasilethwe omubi, bangishiya ngenxa yesono.

Ukuthulisa Inhliziyo Yakho Phambi KukaNkulunkulu

Ukuthulisa inhliziyo yakho phambi kukaNkulunkulu kungesinye sezinyathelo esibalulekile kakhulu zokungena emazwini kaNkulunkulu, futhi kuyisifundo lapho abantu bonke benesidingo esiphuthumayo sokungena kuso manje.

Ukuthola Indlela Ebuyela Emuva Ngemuva Kokulahleka

UXieli, eMelika

Ngangihlale ngifuna impilo yenjabulo nezinga eliphakeme lokuphila, ngakho ngaya eMelika ukuze ngizosebenza kanzima ngokusemandleni ami.

Ngiyitholile Intokozo Yeqiniso

Ukuthanda uNkulunkulu,Uthando,Dumisani


uZhang Hua, eCambodia

Ngazalelwa emndenini ojwayelekile nje wabalimi. Yize noma umndeni wami wawungacebile, ubaba nomama babethandana futhi bengiphethe kahle. Impilo yomndeni wami yayiphuphuma futhi ibusisekile.

Zulu Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"



 South African Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena" 
I
UNkulunkulu akanandaba nokuthi umuntu uthobekile noma mkhulu.
Uma nje ezwa uNkulunkulu,
elalela lokho uNkulunkulu akuyalayo nakunikezayo,
ekwazi ukubambisana nomsebenzi Wakhe, nohlelo Lwakhe nentando Yakhe,
ukuze intando nohlelo Lwakhe kungaqhubeka ngaphandle kokuphazanyiswa,
lokhu kwenza kukufanele, kukufanele ukukhunjulwa nguNkulunkulu,
futhi kufanele ukuthola, ukuthola isibusiso Sakhe.

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba (Zulu Subtitles)




2018 Gospel Music "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba" (Zulu Subtitles)
Izulu nomhlaba kubanzi ngokungenamkhawulo, nezinkanyezi ezingabaleki ezakha umzungezo oowenziwe ngobunyoninco…. Uyafisa ukuthola ukuthi ngubani owadala imihlaba esemkhathini wezulu nomhlaba, futhi ngubani oyalela indlela yayo?

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu (Zulu Subtitles)



2018 Gospel Music "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu" (Zulu Subtitles)
Kusuka lapho sifika sikhala emhlabeni, siqala ukudlala izindawo ezehlukene empilweni. Sisuka ekuzalweni siye ebudaleni siye ekuguleni siye ekufeni, sihamba phakathi kokujabula nosizi.… Sivelaphi ngempela isintu, futhi sizoya kuphi ngempela?Ngubani owalawula isiqalo somuntu, futhi ngubani oyalela ikusasa lakhe? Namuhla, konke kuzokwambulwa …

AmaVidiyo Anconywayo: “UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga



62. Isizathu Sangempela Sokuba Buthuntu Emsebenzini

  UXinyi    edolobheni laseXi’an, esiFundazweni saseShaanxi

  Ekuvakasheleni kwami amabandla kwakamuva, ngizwe kaningi abaholi nabasebenzi bethi abanye abantu, emva kokuhlanganyela nami, baba ngabalandulayo, ababuthakathaka nabaphelelwe ugqozi lokuqhubeka nokufuna.

South African Gospel "Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe" Dumisani uNkulunkulu ngoMoya nangeQiniso



South African Gospel "Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe" Dumisani uNkulunkulu ngoMoya nangeQiniso

Ngangifuna ukukhala kodwa akukho ndawo eyezwakala ifanele.
Ngangifuna ukucula kodwa akwatholakala culo.
Ngangifuna ukuzwakalisa uthando lomuntu odaliwe.

Umsebenzi Waloluhlobo Awumuhle Neze

UDing Ning waseDolobheni laseHeze, esifundeni saseShadong

  Ezinsukwini ezimbalwa ezedlule, ibandla belihlele ushintsho emsebenzini wami.Njengoba ngathola lo msebenzi omusha, ngangicabanga ukuthi “ngidinga ukuthatha leli thuba lokugcina lokubiza umhlangano nabafowethu kanye nodadewethu, ngikhulume nabo kucace ngezindaba, futhi ngibashiye nesithombe esihle.”

47. Izimfihlo Ezifihlwe Ekuphishekeleni

ULi Li     Edolobheni laseDezhou, esiFundazweni saseShandong 

  Esikhathini esingeside esedlule, ngaphakanyiswa ngakhushulelwa ekubeni isisebenzi sesifunda. Ngolunye usuku, ngenkathi sihlangene nalabo engisebenzisana nabo angiyekanga ukucabanga: Kumele ngenze kahle.

The Lord Jesus Has Come Back | Gospel Movie "The Mystery of Godliness"



The Lord Jesus Has Come Back | Gospel Movie "The Mystery of Godliness"

Lin Bo'en was an elder at a house church in China. During all his years as a believer, he felt honored to suffer for the Lord, and valued the knowledge and attainment of the Lord Jesus Christ above anything else in the world.

Labo Abalalela UNkulunkulu Ngenhliziyo Yeqiniso Bayozuzwa Ngokuqinisekileyo NguNkulunkulu

  Umsebenzi kaMoya oNgcwele uyaguquka usuku nosuku, unyukela phezulu isinyathelo ngasinye; isambulo sakusasa singaphezulu kwesanamuhla, isinyathelo ngesinyathelo sikhuphuka sinyukela phezulu njalo.

Ekupheleni

  Nakuba lawa mazwi kungewona wonke kaNkulunkulu, anele kubantu ukuzuza izinjongo zokwazi uNkulunkulu kanye noguquko esimilweni. Mhlawumbe kunabathile abacabanga ukuthi umsebenzi kaNkulunkulu ezweni laseShayina sewaphela, lokhu kufakazela ukuthi Yena uqedile ukusho wonke amagama okwakufanele awasho, futhi akasenawo amanye amagama amasha ngoba lawa ukuphela kwamagama uNkulunkulu angawasho.

South African Gospel Music 2018 “Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu



South African Gospel Music 2018 “Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu

Nakuba sihlukaniswe yizilwandle nezintaba ezingenakubalwa,
singabantu ababodwa, akunamingcele phakathi kwethu,
ngesikhumba esinemibala ehlukene futhi sikhuluma izilimi ezehlukene.

"Isizwe Nesizwe Sikhonza Unkulunkulu Usomandla" | Welcome the Return of the Savior



"Isizwe Nesizwe Sikhonza Unkulunkulu Usomandla" | Welcome the Return of the Savior

Ngobusuku obabugcwele izinkanyezi esibhakabhakeni, obungenamsindo nobunokuthula, iqembu lamaKristu lilinde ngobuqotho ukubuya koMsindisi licula futhi lidansela umculo omnandi. Lapho bezwa izindaba ezijabulisayo “UNkulunkulu usebuyile” nezithi “UNkulunkulu usekhulume amazwi amasha” bayamangala futhi bayajabula.

Best South African Gospel Music "Ukubonga Nokudumisa KuNkulunkulu USomandla"



Best South African Gospel Music "Ukubonga Nokudumisa KuNkulunkulu USomandla"
Silethwe phambi kukaNkulunkulu. Amazwi Akhe siyawadla futhi siyawaphuza.
Umoya oNgcwele uyakhanyisela, siqonda iqiniso uNkulunkulu alikhulumayo.