Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuba senyameni. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuba senyameni. Bonisa konke okuthunyelwe

Isahluko 26

Amazwi KaNkulunkulu,ukulunga kukaNkulunkulu,ukwahlulela


Kuwo wonke amazwi akhulunywa uNkulunkulu, kuyabonakala ukuthi usuku lukaNkulunkulu luyasondela usuku ngosuku. Kusengathi lolu suku selulapha phambi kwamehlo abantu, sengathi luzofika kusasa.

Labo Abangahambisani NoKristu Impela Bangabaphikisana NoNkulunkulu

uJesu,uKristu,ukuhamba noNkulunkulu


Bonke abantu bafisa ukubona ubuso bukaJesu bangempela futhi bafisa ukuba Naye. Ngikholwa ukuthi akukho namunye kubafowethu noma odadewethu ongathi akazimisele ukumbona noma ukuhlala noJesu.

Kungani kungokubhekana kanye nokuthobela umsebenzi kaNkulunkulu esimweni somuntu ukuba umuntu azi uNkulunkulu?

umsebenzi kaNkulunkulu,ukuba senyameni,insindiso


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Futhi uLizwi waba yinyama, futhi wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo Yakhe, inkazimulo enjengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

Kungani kuthiwa isintu esikhohlakele sidinga kakhulu insindiso kaNkulunkulu abe yinyama?

umusa kaNkulunkulu,uNkulunkulu esimweni somuntu,Ubufakazi


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Ukusindisa abantu kukaNkulunkulu akwenziwa ngokuqondile ngoMoya njengoMoya, ngoba uMoya Wakhe ngeke uthintwe noma ubonwe umuntu, futhi umuntu akanakukwazi ukuza kuwo. Uma ezamile ukusindisa umuntu ngokuqondile ngendlela yoMoya, umuntu uyokuthola kanjalo-ke ukusindisa Kwakhe.

Yini umehluko phakathi komsebeni kaNkulunkulu esenyameni kanye nomsebenzi kaMoya?

ukuba senyameni,umsebenzi kaNkulunkulu,Amazwi kaNkulunkulu


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Wayesethi, Ngiyanicela, ngikhombise inkazimulo yakho. Wathi, … Awunakubona ubuso bami: ngokuba akukho muntu ongangibona, futhi aphile” (Eksodusi 33:18-20).

Yini ukuba uNkulunkulu esimweni somuntu? Yini Umongo kaNkulunkulu esimweni somuntu?

Ukuba senyameni,UNkulunkulu


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Futhi uLizwi waba yinyama, futhi wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo Yakhe, inkazimulo enjengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

UNkulunkulu uqobo waphrofetha ukuthi uNkulunkulu esenyameni ngezikhathi zokugcina uyovela njengeNdodana ukuzokwenza umsebenzi

iNkosi uJesu,ukuba senyameni,ubufakazi


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Nani-ke manibe nilungile: ngokuba iNdodana yomuntu iyeza ngehora eningalicabangiyo” (Luka 12:40).

Kepha njengasezinsukwini zikaNowa, kuzoba njalo nokuza kweNdodana yomuntu” (Mathewu24:37).

Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (1)

Isintu esonakaliswe kakhulu uSathane, asigcini nje ngokwazi ukuthi kunoNkulunkulu kodwa siyekile ukukhonza uNkulunkulu. Ekuqaleni, lapho kudalwa u-Adamu no-Eva, inkazimulo kaJehova nobufakazi Bakhe kwakuhlale kukhona.

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (3)

Lapho uNkulunkulu enza umsebenzi Wakhe, akezeli ukuzokwenza izakhiwo noma izinhlangano; uzela ukuzogcwalisa inkonzo Yakhe. Njalo lapho eba senyameni, kungenxa yokufeza isigaba somsebenzi nokuvula inkathi entsha.

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (2)

         Ngesikhathi uJesu esebenzela eJudiya, wayesebenza obala, kodwa manje, ngisebenza futhi ngikhulume nani ekusithekeni. Abangewona amakholwa abakuboni nhlobo lokhu. Ukusebenza Kwami phakathi kwenu kuqhelile kokwabanye. La mazwi, lezi zinsolo nezahlulelo, kwaziwa yini kuphela, hhayi abanye. Wonke lo msebenzi wenziwa phakathi kwenu futhi uvuleleke kinina kuphela; akekho kulabo abangakholwa owazi ngawo, ngoba isikhathi asikafiki.

Isenzo (4)

 Ukuthula nenjabulo engikhuluma ngakho namuhla akufani nalokhu okholelwa kukho nokuqondayo. Ubucabanga ukuthi ukuthula nenjabulo kusho ukujabula usuku lonke, ukungabikho kwezifo noma amabhadi emndenini wakho, ukuhlala uthabile enhliziyweni yakho, ngaphandle kokuba nosizi, nenjabulo engachazeki ngaphakathi kuwe kungakhathaliseki ukuthi injani impilo yakho.

Gospel Choir "UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho" UNkulunkulu Ufikile uNkulunkulu Ubusile



 Gospel Choir "UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho" UNkulunkulu Ufikile uNkulunkulu Ubusile

UNkulunkulu uyiSiqalo,
UNkulunkulu uyiSiqalo,
UNkulunkulu uyiSiqalo,
neSiphetho,
neSiphetho,
neSiphetho,
UNkulunkulu Otshalayo,
UNkulunkulu Otshalayo,
UNkulunkulu Otshalayo,
Futhi Ungumvuni (Umvuni).

African Gospel Movie "Ubani iNkosi Yami" Ingabe YiBhayibheli INkosi, Noma UNkulunkulu? (Iziqeshana)



ULiu Zhizhong ungumzwalane omdala wendlu yebandla lasendaweni eShayina. Usebeyikholwa ngaphezulu kweminyaka engamashumi amathathu, futhi ubesolokhu egcizelela ukuthi “iBhayibheli liphefumulelwe nguNkulunkulu,” “iBhayibheli limele uNkulunkulu, ukukholelwa kuNkulunkulu wukukholelwa eBhayibhelini, ukukholelwa eBhayibhelini wukukholelwa kuNkulunkulu.”

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu Nambili

  
 Amazwi kaNkulunkulu ashiya abantu bezenwaya amakhanda; kungathi, ngenkathi ekhuluma, uNkulunkulu akamnaki umuntu ukhuluma emoyeni, kungathi akanamcabango nhlobo ekuthini anake izenzo zomuntu, akanaki ngokuphelele ukwakheka komuntu, kungathi amazwi awakhulumayo awabhekisiwe ekuqondeni kwabantu, kodwa akamnaki umuntu, njengoba kwakuyinhloso yokuqala kaNkulunkulu. Ngenxa yezizathu ezingebalwe, Amazwi kaNkulunkulu awaqondakali futhi kawangeni kumuntu