Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ibandla. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ibandla. Bonisa konke okuthunyelwe

Awukwazi Ukuqonda Umuntu Ngokubukeka

uYang Rui wasedolobheni laseYuci esifundazwe sase- Shanxi

Enhliziyweni yami, ngangihlala ngikholwa ukuthi ubaba wayengumuntu olungile. Kodwa ngelinye ilanga, ngabe sengizwa ukuthi ubaba wami wayexoshiwe ebandleni. Ngethuka kakhulu ngalesosikhathi ngahluleka ukukuqonda.

Isahluko 10

INkathi Yombuso, kakade, yehlukile ezikhathini ezedlule. Ayithinti okwenziwa ngumuntu. Kunalokho, ngenza umsebenzi Wami emva kokwehlela emhlabeni — umsebenzi okungekho muntu ongawucabanga noma awufeze. Kusukela ekudalweni komhlaba kuze kube manje, kuyo yonke le minyaka bekulokhu kungokokwakha ibandla, kodwa akuzwakali lutho ngokwakhiwa kombuso.

Ukudingida Impilo Yasebandleni Nempilo Yangokoqobo

Abantu bacabanga ukuthi bakwazi kuphela ukushintsha uma bengaphakathi ebandleni labo, nokuthi uma bengaphili besebandleni, ukuguquka akwenzeki, bathi abakwazi ukufeza inguquko yeqiniso empilweni yabo abayiphilayo.

Livela Kuphi Leli Zwi

UShiyin, EChina 

Ngazalelwa emndenini wamaKristu, futhi nginezihlobo eziningi ezingabashumayeli. Kusukela ngesikhathi ngisemncane, ngalandela abazali bami ekukholweni eNkosini. Emva kokuba sengikhulile, ngabhekisa eNkosini ngomkhuleko: uma nje ngingathola umyeni okholwa eNkosini, ngingazinikela mina kanye naye sisebenzele iNkosi.

Ubambiswano Lweqiniso

  UFang Li    edolobheni lase-Anyang, esiFundazweni saseHenan

  Kamuva nje ngangicabanga ukuthi ngangingene ebudlelwaneni obunokubambisana. Mina nomlingani engangisebenza naye sasikwazi ukukhuluma nganoma yini, kwesinye isikhathi ngangiye ngimcele ukuba angitshele izinto engangisasilele kuzona, futhi sasingakaze sixabane, ngakho ngangicabanga ukuthi sasifinyelele ebudlelwaneni obunokuzwana.

63. Ukulahla Ijoka LikaSathane Kuyakhulula

  UMomo edolobheni laseHefei, Esifundazweni sase-Anhui 

  Ngaphambi kokuba ngikholwe kuNkulunkulu, noma ngabe ngangenzani, ngangingafuni neze ukusala emuva. Ngangizimisele ukwamukela noma yibuphi ubunzima inqobo nje uma lokho kwakuchaza ukuthi ngiyokwazi ukwedlula wonke umuntu.

62. Isizathu Sangempela Sokuba Buthuntu Emsebenzini

  UXinyi    edolobheni laseXi’an, esiFundazweni saseShaanxi

  Ekuvakasheleni kwami amabandla kwakamuva, ngizwe kaningi abaholi nabasebenzi bethi abanye abantu, emva kokuhlanganyela nami, baba ngabalandulayo, ababuthakathaka nabaphelelwe ugqozi lokuqhubeka nokufuna.

Umsebenzi KaNkulunkulu Uhlakaniphe Kakhulu!

  UShiji    Edolobheni LaseMa’anshan Esifundazweni saseAnhui

  Ngesikhathi ngisebenza njengomholi ebandleni, umholi wami wayevame ukwabelana nathi ngezibonelo zokuhluleka kwabanye ukuze afundise thina isifundo.