Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula funa iqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula funa iqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe

Awukwazi Ukuqonda Umuntu Ngokubukeka

uYang Rui wasedolobheni laseYuci esifundazwe sase- Shanxi

Enhliziyweni yami, ngangihlala ngikholwa ukuthi ubaba wayengumuntu olungile. Kodwa ngelinye ilanga, ngabe sengizwa ukuthi ubaba wami wayexoshiwe ebandleni. Ngethuka kakhulu ngalesosikhathi ngahluleka ukukuqonda.

Labo Abangahambisani NoKristu Impela Bangabaphikisana NoNkulunkulu

uJesu,uKristu,ukuhamba noNkulunkulu


Bonke abantu bafisa ukubona ubuso bukaJesu bangempela futhi bafisa ukuba Naye. Ngikholwa ukuthi akukho namunye kubafowethu noma odadewethu ongathi akazimisele ukumbona noma ukuhlala noJesu.

South Africa Christian Movie 2017 "EBUSIKA OBUBANDA KAKHULU" | The Testimony of a Christian


South Africa Christian Movie 2017 "EBUSIKA OBUBANDA KAKHULU" | The Testimony of a Christian


Igama lakhe uXiao Li. Sekuphele ishumi leminyaka ekholelwa kuNkulunkulu. Ebusika bango-2012, waboshwa amaphoyisa eKhomishana YamaShayina esebandleni. Phakathi nophenyo, amaphoyisa ayemyenga, emsabisa, emlimaza futhi emhlukumeza ngoba ezama ukumenza adumaze uNkulunkulu ngokuthi adalule ukuthi bakuphi abaholi bebandla kanye nemali yebandla.

Kumele Uqonde Umsebenzi—Ungalandeli Ngokudideka!


Njengamanje baningi abantu abakholwa ngendlela enokudideka. Kuningi enizibuza kona, umuzwa wenu wokuphokophelela izibusiso mkhulu kakhulu, kanti umuzwa wenu wokuphokophelela ukuphila wona muncane kakhulu.

Umbono Womsebenzi KaNkulunkulu (1)

UJohane wasebenzela uJesu iminyaka eyisikhombisa, futhi wayevele eseyilungisile indlela lapho uJesu efika. Ngaphambi kwalokhu, ivangeli lombuso wezulu elalishunyayelwa nguJohane lalizwakala kulo lonke izwe, okwenza lisabalale eJudiya, futhi bonke babembiza ngomprofethi.

Ukwenza Iqiniso Kuphela Okuwukuba Ngokoqobo

Ukukwazi ukuwachaza kahle amazwi kaNkulunkulu akusho ukuthi usesimweni esingokoqobo—izinto azilula njengoba ubungase ucabange. Ukuthi usesimweni esingokoqobo noma cha akuncikile kulokho okushoyo, kunalokho, kuncike kulokho okuphilayo.

Bunjani Ubuhlobo Bakho NoNkulunkulu

Ekukholelweni kuNkulunkulu, okungenani kumele ulungise indaba yokuba nobuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu. Ngaphandle kobuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu, kuyalahleka ukubaluleka kokukholelwa kuNkulunkulu.

Umuntu Othola Insindiso Yilowo Ozimisele Ukwenza Ngokweqiniso

Ekuqaleni, isidingo sokuba nempilo efanele yasebandleni kwakukhulunywa ngayo kwizintshumayelo. Pho kungani impilo yasebandleni ingakathuthuki, futhi isafana nendala? Kungani kungekho indlela entsha futhi ehlukile yempilo?

Kungani Ngihambe Endleleni YabaFarisi?


  USuxing        Esifundazweni SaseShanxi 

  Ngingumuntu ozikhukhumezayo futhi oziqhenyayo, futhi isikhundla selokhu kwayinto engenza buthakathaka. Eminyakeni eminingi, bengiboshwe yidumela kanye nesikhundla futhi ngingakwazi ukuzikhulula kukhona.

Ubambiswano Lweqiniso

  UFang Li    edolobheni lase-Anyang, esiFundazweni saseHenan

  Kamuva nje ngangicabanga ukuthi ngangingene ebudlelwaneni obunokubambisana. Mina nomlingani engangisebenza naye sasikwazi ukukhuluma nganoma yini, kwesinye isikhathi ngangiye ngimcele ukuba angitshele izinto engangisasilele kuzona, futhi sasingakaze sixabane, ngakho ngangicabanga ukuthi sasifinyelele ebudlelwaneni obunokuzwana.

15. Akulula Ukuzazi Ngeqiniso

  UZhang Rui Edolobheni laseHangzhou, Esifundazweni saseZhejiang 

  Ngangiwumuntu ongumkhohlisi. Ezwini likaNkulunkulu singakubona lokhu ukuthi abantu abangabakhohlisi angeke basindiswe uNkulunkulu; abantu abaneqiniso kuphela abayothola udumo Lwakhe.

Ukubona Uthando Olukhulu LukaNkulunkulu

  UJiayi    Edolobheni LaseFuyang, Esifundazweni Sase-Anhui

  Imvelo yami inokuzithwala kakhulu; kungakhathaleki ukuthi ngenzani, njalo ngisebenzisa ukuhlakanipha nendlela engizisungulele yona ukuze ngibonise ubuhlakani bami futhi ngaleyo ndlela ngiphambana njalo namalungiselelo omsebenzi ukuze ngenze izinto ngendlela yami.
          
ULingxin Edolobheni LaseShijiazhuang, Esifundazweni SaseHebei


Ezinsukwini ezimbalwa ezidlule, ngafunda indimana ethathwe lapha “Indlela Yokungena Empilweni Yoqobo” Izintshumayelo Nokuhlanganyela Ngokungena Empilweni (IV): “Isibonelo, manje kukhona umuntu osethathe indlela engalungile. Usebenzisa lokhu njengephuzu lokuxoxa ngeqiniso, ungakwenza kanjani? … Okokuqala, kufanele ufakaze ngomsebenzi kaNkulunkulu, ufakaze ngokuthi uNkulunkulu usisindisa kanjani isintu.

Ukukholwa KuNkulunkulu Kumele Kugxile Eqinisweni, Hhayi Emasikweni Enkolo

  Mangaki amasiko enkolo owagcinayo? Kukangaki uhlubuka ezwini likaNkulunkulu futhi uhamba indlela yakho? Kukangaki lapho wenze izwi likaNkulunkulu ngenxa yokuba ucabanga ngokweqiniso ngemithwalo Yakhe futhi ufuna ukufeza isifiso Sakhe?