Ikhasi lokuqala

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula landela. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula landela. Bonisa konke okuthunyelwe

Kuyini ukulandela uNkulunkulu?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Okubaluleke kakhulu ekulandeleni uNkulunkulu ukuthi konke kumele kuye ngokwamazwi kaNkulunkulu: Noma ngabe uphokophelela ukungena ekuphileni noma ukugcwalisa intando kaNkulunkulu, yonke into kumele igxile emazwini kaNkulunkulu.

Izulu Elisha Nomhlaba Omusha Sekuvelile "Umhlaba noMkhathi Kudumisa uNkulunkulu" Christian Dance



Umhlaba noMkhathi Kudumisa uNkulunkulu
I
Ayi … izingoma ziningi nemidanso iyajabulisa;
umkhathi nezingxenye ezikude zomhlaba kuba ulwandle olumangazayo.
Ayi … izulu lisha nomhlaba musha.
Ubukhulu bomkhathi womhlaba ugcwele ukudumisa; siyamemeza futhi sigxumagxume ngenjabulo.

Izwi Leshumi Nanhlanu

 “Umuntu yisidalwa esingazazi. Yize engazazi, kodwa abanye abantu ubazi njengentende yesandla sakhe, njengokungathi bonke badlule kuye “wabahlola” base bephasiswa nguye ngaphambi kokusho noma ukwenza okuthile, kanjalo sengathi ubakale bonke isimo sabo sengqondo.